Ihubo

Ihubo Kulengosi, ngikubeke kwasobala ukuthi siveza imibukiso yokwenzeke ngenkathi kunehlambo emzini wako Sothole, lana ke siveza amahubo abehutshwa kuwo lomcimbi. Ukuhuba lokhu njengokushaya ushameni enye yezinto esiziqhenya ngakho thinandlu kaSenzangakhona. Ngike ngakubalula futhi ukuthi ngitshengisa imibukiswano etshengisa ngqo! obekwenzeka ekhaya, lana kuvela imibukiso emibili kuhutshwa izinsizwa zeneme, ngithi nawe sina uzibethele ubuke ubuhle bonyawo lukaZulu … Read more

Indumiso

Kule-video engezansi sithola intokazi yaseMkhomazi idumisa ngamahubo aziwa kakhulu emasontweni aseNingizimu Afrika. Amahubo ewaculayo: Uyanaka uJesu Lapho ngiphela amandla x2 (Leli ihubo laduma kakhulu ngomculi weGospel, u-Andile Mbili)     Ngithanda ukuqala la, Ngibongi igama Lakhe Zincane izibongo zami, Wangithenga ngegazi Lapho ngalena lukhul’ udumo Lwakhe (Leli ihubo elidala elijwayekile emasontweni amaningi aseNingizimu Afrika) Video … Read more