Amahubo (Part Two)

Last week we wrote an introduction to amahubo songs, and this week we’re focusing on Mbuso Khoza, one of the greatest proponents of this style of music. A cultural researcher and singer, Khoza is interested in far more than just the sound of the music, but rather considers the genre from a historic and story-telling point of view. … Read more

Amahubo (Part One)

Rather than just singing for the sake of entertainment, many traditional songs are infused with stories that tell the history of the Zulu-speaking people. Amahubo songs, which historically have been performed on specific occasions, such as weddings, funerals of important community members, and during times of war, fit into this genre of ‘story-telling’, and are said … Read more

Funda kuMbuso Khoza

UMbuso Khoza usomaciko owazalelwa endaweni yaseShowe, osezinze eThekwini yize evame ukuhambela amazwe omhlaba enandisa ngomculo omnandi wakuleli. Waziwa kakhulu ngokuxuba umculo wesintu kanye ne-Jazz mase kwakekha umzwilili oheha indlebe. Umculo kaMbuso Khoza uyafundisa ngomlando wama-Afrika, ikakhulukazi ngesizwe sakwaZulu. Ukuzimisela kwakhe ekwenzeni isiqiniseko sokuthi umlando womculo wesizwe sakwantu uyazinza emagomagomeni omlando usuze wabonwa iSilo samaBandla uGoodwill … Read more

Amahubo ashiwo eMhlangeni

Kulenyanga esiphuma kuyo, sike sabona izintombi zesizwe samaZulu zilubhekise emhlangeni. Angeke nginabe kakhulu ngalomkhosi ngoba Ulwazi seluke labhala kaningana ngomkhosi womhlanga. Kanjalo sesike saphinda sabhala ngamaculo ahutshwa kakhulu uma kumulwa. Kule ndatshana-ke siqhakambisa umaculo ahutshwa uma kuseMhlangeni. La mahubo siwathole embhalweni ka-Khumalo Msawenkosi (2008: 83). Zulu Bayishintsha Inkosi Oqalayo: Bayede We Ndabezitha Abavumayo: Zulu wayishintsha … Read more

Mawungangilahli

Intsha yasendaweni yaseMgababa, eningizimu yeTheku yebandla lamaZayoni elibizwa ngokuthi i-South African Apolistic Holy Church of the World okungu-Nobuhle Mncibi, u-Amanda, uBongekile Mbambo kanye noNkululeko Mbambo isinxusile njengoLwazi Programme ukuthi sibalobe emlandweni wokudumisa ngobuciko bomculo kwezenkolo. Lapha ngezansi sifake i-video yabo lapho becula ingoma ethi Mawungangilahli. Le ngoma ilula, isho lamagama nje: Jesu wami mawungangilahli emnqamlezweni … Read more

Ukuhuba NgesiZayoni

Amahubo ngesiZayoni Amabandla aseZayoni adume kakhulu eNingizimu Afrika ngendlela ahlabelela ngayo nangomndlandla wawo. Kuba lula ukuhlukanisa amalungu asebandleni laseZayoni ngendlela ashuna ngayo izingoma noma ngabe zijwayeleke kangakanani. Lana ngaphansi siqukethe umqopho webandla laseZayoni elizinze eMgababa licula ikhorasi le ngoma ethi: Njengendluzela Ilambele Amanzi, eyaziwa kakhulu amakholwa aseNingizimu Afrika. Balalele ngezansi bethi nje kanjalo “umoya wami ulambele … Read more