Mawungangilahli

Intsha yasendaweni yaseMgababa, eningizimu yeTheku yebandla lamaZayoni elibizwa ngokuthi i-South African Apolistic Holy Church of the World okungu-Nobuhle Mncibi, u-Amanda, uBongekile Mbambo kanye noNkululeko Mbambo isinxusile njengoLwazi Programme ukuthi sibalobe emlandweni wokudumisa ngobuciko bomculo kwezenkolo. Lapha ngezansi sifake i-video yabo lapho becula ingoma ethi Mawungangilahli. Le ngoma ilula, isho lamagama nje: Jesu wami mawungangilahli emnqamlezweni … Read more

Imvana

Ibandla lesiZayoni lingelinye kwamakhulukazi eNingizimu Afrika. Kulenyanga siphosa iso emculweni wale bandla ngenhloso yokwandisa ulwazi kulabo abafisa ukuyiqonda kahle le nkonzo yamaZayoni. Sinemiqopho emibili equkethe umculo ovele kubalandeli balenkonzo. Ngezansi sinomqopho esiwushicilelwe uMnu. Mxolisi Mkhwanazi oyilungu le-Amalgamation Mass Choir lapho kuculwa khona ingoma ethi “Imvana”. Le ngoma iholwa nguMnu. Spha Mkhwanazi elekelelwa nguMnu. Mxolisi Mkhwanazi … Read more

Silwele

Ibandla lesiZayoni lingelinye kwamakhulukazi eNingizimu Afrika. Kulenyanga siphosa iso emculweni wale bandla ngenhloso yokwandisa ulwazi kulabo abafisa ukuyiqonda kahle le nkonzo yamaZayoni. Sinemiqopho emibili equkethe umculo ovele kubalandeli balenkonzo. Ngezansi sinomqopho esiwushicilelwe uMnu. Mxolisi Mkhwanazi oyilungu le-Amalgamation Mass Choir lapho becula khona ingoma ethi “Silwele”. Le ngoma iholwa nguMnu. Msa Luthuli elekelelwa nguMnu. Banele Dube … Read more

Ukuhuba NgesiZayoni

Amahubo ngesiZayoni Amabandla aseZayoni adume kakhulu eNingizimu Afrika ngendlela ahlabelela ngayo nangomndlandla wawo. Kuba lula ukuhlukanisa amalungu asebandleni laseZayoni ngendlela ashuna ngayo izingoma noma ngabe zijwayeleke kangakanani. Lana ngaphansi siqukethe umqopho webandla laseZayoni elizinze eMgababa licula ikhorasi le ngoma ethi: Njengendluzela Ilambele Amanzi, eyaziwa kakhulu amakholwa aseNingizimu Afrika. Balalele ngezansi bethi nje kanjalo “umoya wami ulambele … Read more