The use of Cow-dung (Ubulongwe)

Rural communities used cow-dung, “ubulongwe” to perform two major functions. One was floor polishing and was also being used as an energy source where it took a form of a coal.  Contents 1 Polish the floor  2 Creating energy source 3 IsiZulu Summary 4 Ukusetshenziswa kobulongwe 5 Ukusinda phansi 6 Ekubaseni Polish the floor  Slightly wet the floor with … Read more

Ukusiselana Ngemfuyo

Kudala bebefuyile abamnumzane izinkomo, izimbuzi, izinkukhu, amahhashi, futhi belimile. Izikhumba zemfuyo yabo bebezisebenzisa ukuthi balale phezu kwazo ezinye bebezembatha, abesifazane bebezisebenzisela ukugqoka labo asebeganile kanye nokwakha imbeleko yengane. Ukusisa imfuyo Umnumzane uma ebona isimo sakamakhelwane singesihle owayefuye kakhulu wayemsisela ongenankomo ukuze akwazi ukuthi yena nomndeni wakhe badle. Bekubalulekile ukuthi kwaziswe umdiphi ukuthi inkomo ethile isingeyakomunye … Read more

Ukugcinwa Kwezilwane Zasekhaya

Ukugcinwa Kwezilwane Zasekhaya  Imfuyo ibalulekile ezindaweni zasemakhaya ngoba ikhomba ukuthi umnumzane wekhaya usutha kangakanani. Ziningi izilwane ezifuywayo ezehlukene njengezinja, izinkomo, izinkukhu, izimbuzi, amakati njalo njalo. Lezinhlobo ungazihlukanisa kabili kunalezo ezisiza ngokudla njengezinkomo, izimbuzi, izinkukhu iziklabhu kanye namahansi. Bese kuba nezibheka ukuphepha ekhaya njengezinja namakati. Izinja namakati Izinja zona zihlukene izinhlobo ezimbili, kukhona izinja zokuzingela kanye … Read more

The kraal

This is a place where the cattle sleep. A kraal is called isibaya in the South African isiZulu language. It is a structure made of logs in a Zulu homestead it used to keep the cows. The kraal is  built in the middle of the homestead. The woods or logs to build the kraal are collected and joined together to … Read more

Ukulusa

Ngingu Tu Gwala ngazalwa ngo 1935 ngizalelwa endaweni yaseMalangeni eHammarsdale. Ngizalwa umaZungu, ngikhulele khona ngafunda khona amabanga aphansi ngaze ngafika ebangeni lesithupha ngasengiphuma ngiyosebenza emafemini akhona eHammarsdale. Ekwaluseni Ubaba ubesebenza kaloliwe, umama egada ekhaya thina sisesikoleni. Ekhaya bekufuyiwe kakhulu izinkomo, izimbuzi, izinkukhu, amakewu neziklabhu. Kudala bewungena esikoleni usukhulile kakhulu. Ngesikhathi ungakakulungeli ukuya esikoleni ubulusa izinkomo. … Read more