Amahubo ashiwo eMhlangeni

Kulenyanga esiphuma kuyo, sike sabona izintombi zesizwe samaZulu zilubhekise emhlangeni. Angeke nginabe kakhulu ngalomkhosi ngoba Ulwazi seluke labhala kaningana ngomkhosi womhlanga. Kanjalo sesike saphinda sabhala ngamaculo ahutshwa kakhulu uma kumulwa. Kule ndatshana-ke siqhakambisa umaculo ahutshwa uma kuseMhlangeni. La mahubo siwathole embhalweni ka-Khumalo Msawenkosi (2008: 83). Zulu Bayishintsha Inkosi Oqalayo: Bayede We Ndabezitha Abavumayo: Zulu wayishintsha … Read more

Amaculo asememulweni

Cishe kuyo yonke imigubho yesiZulu, umemulo ubalelwa kuleyo edume kakhulu. Uma ufisa ukwazi kahle ngokuthi yini umemulo, ungangena kule link. Namhlanje sibhala ama-lyrics amaculo ajwayele ukuculwa uma kumulwa. Ngiyabonga Baba noMama Ngiyabonga Baba noMama Ngokungigcinela usiko lami! Kanjalo kanjalo   Hhashi lami Hhashi lami lisele ekhaya Wo hhashi lami lisele ekhaya Ngabe ngiyagibela! Kanjalo kanjalo … Read more