Isiko Lokuzila uma Kukhotheme Inkosi Noma Umuntukazana
Makhosazana Mdabe Ziningi izindlela abantu abazilandelayo uma kukhona umuntu odlulile emhlabeni noma oshonile. Lezindlela zihlukene ngokuthi umuntu ukholelwa kuphi njengamaKrestu alandela eyawo indlela, aMaNazaretha nawo alandela eyawo kanye nabanye abantu. Contents 1 Uma Kukhotheme Inkosi 2 Uma kushone umuntu(kazana) 3 Ngosuku lomngcwabo 4 English Summary Uma Kukhotheme Inkosi Ngosiko laKwaZulu akushiwo ukuthi inkosi ishonile kuthiwa … Read more