IDurban Roti: Isinkwa saseNdiya Esenziwe Ngesandla

Umsuka AmaNdiya aseThekwini asebenzise inqwaba yamasiko nezindlela zokupheka ezizukulwaneni zawo ezedlule. Benezabo izindlela zokwenza izindlela ezingabizi kakhulu nezilula zokuziphilisa. Isiko lokuzenzela isinkwa esibizwa ngokuthi uroti kwakuyisiko elathatha amakhulu eminyaka, ngaphambili lalisetshenziswa njengokudla okuyisisekelo esikhundleni sesinkwa sasesitolo. Yonke imizi yamaNdiya eThekwini bekwenziwa uroti. URoti ubuye usetshenziswe njengomnikelo kumaHindu, amaNdiya azo zonke izinkolo eThekwini ayakwazi ukwenza uroti … Read more

IGoolgoola amagwinya aseNdiya

Usiko IGoolgoola isidlo esimnandi saseNdiya esenziwa ngesikhathi somthandazo futhi sisebenza njengomnikelo. Yenziwala ikakhulukazi lezio zinsuku. Kuwo wonke amakhaya amaHindu aseThekwini umuntu wayehlale ezwa iphunga leGoolgoola, iyintandokazi kusukela kudala yenziwa abesifazane ngobunono/hlanzeka. Isetshenziswa njengomnikelo bese inikezwa abantu ngamaphasela. Yenziwa ngevaadas okuwumkhuleko wamaNdiya odliwayo owenziwe ngamalentil nezinongo. Ingathengwa nasezindaweni zokudlela ezifana neGujarat encane neVictory Lounge eThekwini. Imikhiqizo … Read more

IBunny Chow edumile eThekwi: Beans Bunny

Okuqukethwe Umlando weDurban Bunny Chow Ukufika kwamaNdiya eThekwini ngawo-1860 abona uhlelo olusha  nezindlela zokuphila ezintsha. AmaNdiya athola izindlela ezintsha zokuphila ngaphandle kokulahlekelwa okudala/ ubuwona. I-bunny chow yayingenye yalezo zinto ezisungulwe ekuqaleni kwawo-1900 ezenziwa ngokufaka u-curry (isishebo) Phakathi esinkweni. Igama elithi chow yigama lesi-slang laseNdiya lokudla. Umlando wama-bunny chows ubuyela emuva ngesikhathi lapho abamnyama babengavunyelwe ukuhlala … Read more

Iresiphi ye-Indian Meatballs kanye neChutney

Okuqukethwe Iresiphi ye-Indian Meatballs kanye neChutney Ama-Meatballs ngokuvamile aziwa ngokuthi amaKebabs phakathi kwamaNdiya aseNingizimu Afrika. I-kebab chutney iwukudla okusheshayo okuthandwayo okuphakelwa ku-roti roll noma nelayisi ezindaweni eziningi zokudlela zokudla zamaNdiya zaseThekwini. Ama-kebabs angenziwa futhi nge-soya mince ukubhekela abangayidli inyama. Zilungiselelwe ngezinongo eziningi, okwenza kube isidlo saseNdiya esibabayo. IKebabs ingatholakala futhi ithengiswa ezitolo ezinkulu zasendaweni, zilungisiwe … Read more

UBreyani Wenkukhu-An Indian Traditional Food

UBreyani yisidlo serayisi esikhonzwe kakhulu eNdiya futhi manje seyiyindlela yendabuko esetshenziswa abantu abaningi baseNingizimu Afrika. Kunezinhlobo ezahlukahlukene zikabreyani kufaka phakathi inkukhu, inhlanzi, inyama yemvu, imifino kanye nama-prawn’s. Izithako U-1 kg wenkukhu (owashiwe / wasikwa) Inkomishi eyodwa ye- cup black lentils Izinkomishi ezimbili zerayisi Izipuni ezimbili zezinongo zikabreyani Imiqu emine kapelepele  oluhlaza Izipuniezimbili zikatamatisi ogayiwe Ama-spring … Read more