Nontethelelo Makhanya Family History

Umndeni wakwa Makhanya wawuhlala Emzumbe ezansi neKwaZulu Natal. Kwakuhlala ugogo uMathangetshitshi ezalwa nguBacijile. UBacijile ezalwa ngu Ntombizoyophuza. Wasukaka lapho wazohlala kwaMaphumulo lapho kwakuhlala uBawinile ezalwa ngu Gujana ezalwa nguNtombizabanguni. Basuka lapho bazohlala eMbumbulu. Basukela eMzumbe ngenhloso yokuba bakwazi ukuzothola imisebenzi emadolobheni. Bayithola imisebenzi oMathangetshitshi benoSgujana besebenza eThekwini enkampanini enkulu. Phela lezelamani zazifundile ikhona okwaba lula … Read more

Nonhlanhla Myeza Family History

Nonhlanhla Myeza uMkhulu wami kwakungu Howard Bhekephi Myeza owayezalwa nguMfanisa Myeza. Wayezalwa intombi yakwa Maphumulo eyabizwa ngokuthi uMavakashi wasesigodini saseThafeni eTshehlophe. UMavakashi owayezalwa intombi yakwaNtuli uBazoyaphi esigodini sakwaNdaya eMbo. Ezalwa insizwa yaseThenjani uMvikelwa Maphumulo. UMvikelwa ezalwa nguMpikayise Maphumulo noBakhalelani Ndlovu esigodini saseNsongosi khona Embo. UHoward wayesezala uBajabulile, Kwazikwakhe noBongiwe. Mina ngizalwa nguBongiwe, unezingane ezintathu. UBajabulile … Read more