Chronological History Of Sibusisiwe CT High School
Umlando nge Sibusisiwe Comprehensive Technical High School USibusisiwe Violet Makhanya wayezalwa ngu Mnumzane Duze Makhanya yena ezalwa ngu Mnumzane Shutelwa Makhanya. USibusisiwe Makhanya wayenentshisekelo yokusiza umphakathi wangakubo ngoba waqala ukufundisa umphakathi ukupheka kanye nokubhaka endaweni yaseMbumbulu. Lokhu wakwenza ngaphandle kokungabaza ngoba uSibusisiwe Makhanya wayeqeqeshelwe ukuba yiSocial Worker. Ukuthuthukisa umphakathi waseMbumbulu waqala ngonyaka ka 1952 kuya … Read more