Imigidi YamaNazaretha
Inkonzo yamaNazaretha iyinkonzo ebheke kakhulu emasikweni esintu kanye nasemilandweni yezikhathi zenkosi uShaka. Lenkonzo ixube izinhlanga ezahlukahlukene okungamaZulu, amaXhosa, abeSuthu kanye nabanye kodwa uma sebehlangene enkonzweni angeke ubone ukuthi bahlukene ngokwamasiko abo. Enkonzweni yamaNazaretha kunemigidi emihle eyenziwayo ikakhulukazi uma kunezingqungquthela ezinkulu eziba njalo ngenyanga. Umgidi wamaNazaretha uhambisana nemvunulo yakhona. Labo abasuke beya emgidini bayahloba ngemvunulo yabo … Read more