Amabanga okukhula kwenkomo

Amabanga okukhula kwenkomo Izilwane nazo zinezigaba zokukhula njengoba kwenzeka nakubantu. La sizoke sithinte kancane ngokukhula kwezinkomo, njengoba sazi ukuthi inkomo izalwa iwumvemve iye ngokukhula ngokwezigaba. Inkomo encane esanda kuzalwa noma ezelwe ibizwa ngomvemve. Ukuthi umvemve akuhlukanisile. Kuhlukaniswa ngokuthi kuthiwe umvemve weduna noma umvemve wensikazi. Lomvemve uma usuthe ukukhula kancane usuqala nokuzidlela utshani, ubizwa ngenkonyane yenkomo. … Read more

Imfuyo Yomuzi Wesintu

Imfuyo Yomuzi Wesintu Ezizweni zesintu ezihlukene, okubalwa kuzo amaZulu, amaSwazi, amaXhosa kanye nabeSotho ukubalwa ezimbalwa, kukholelwa kakhulu ekufuyeni, okubalwa khona izimbuzi nezinkomo. Abanumzane besizwe samaZulu baziqhenya kakhulu ngemfuyo, futhi isibaya sendoda isona esenza ihlonishwe kakhulu. Lana sizodingida ngemfuyo yomuzi wesiZulu, okubala kuwo okufuywayo, imibala yezinkomo yesintu, amabanga okukhula kwezinkomo kanye noku nakekelwa kwazo izinkomo. Imfuyo … Read more