Tag Archives | Izibongo

Izibongo zeNkosi uSolomoni

Izibongo zeNkosi uSolomoni Inkayishama enkulu kaMenzi! Ephuz’ umlaza ngameva. USaphumalithi iphekiwe Endlini kokaNtuzwa. Usiba olusenkundleni oSuthu, Luntula lo ongaluthintayo. Ulanga lisehlule amadoda, Sesingamavikithi. Umpondo zinde zingamagudu ezinyathi. Ugwababa liphethe umgodo, Nonloyil’ angalibuk’ zakhanuke, Ungcede onyonkel’ isife singawi, Unogwaj’ oshiy’ izinja zasOndini Indaba yenziwe uLokothwayo ezalwa uZembe Yenziwe oMankulumana ezalwa uSomaphunga Yenziwe uNdabankulu ezalwa uLukhwazi Yenziwe […]

Continue Reading

Izibongo zeNkosi uSenzangakhona

Izibongo zamakhosi akwaZulu Phambilini sike saloba ngezimbongi nangomsebenzi wazo, lana sibhala ngezibongo zamakhosi akwaZulu, njengoba onke amakhosi enezibongo zawo. Nazi izibongo zeNkosi uSenzangakhona zilandela.   Izibongo zeNkosi uSenzangakhona Umjokwana kaNdaba, ’sala kutshelwa Usal’ ukunyenyezelwa. UMenzi kaNdaba Ibhid’ elinamathetha nangezinyembezi, LinjengelikaPhiko waseBulawini. Inyath’ ehamb’ isengam’ amazibuko InjengoMzingeli kuMamfekane. Ozithebe zihle, uMjokwane, Ozithebe zihle zidlel’ amancasakazi Odl’ […]

Continue Reading

Izibongo zeNkosi uCetshwayo

Izibongo zeNkosi uCetshwayo Uzulu laduma obala, Lapho kungemunga kungemtholo. UHlamvana bhula mlilo; Ubaswe uMantshonga benoGqelemana. Inzima lemnyama, Engabubende bezingonyama, Ibiqhutshwa uMseleni benoNgalaza; Bathi ifanele ukuyosikwa  izihlangu eMkhweyantaba. Bathi: iyekeleni ubumnyama bayo buyasabeka; Ifanele ukuyawucela imvuka kaNkosinkulu. Unqabelabantu ukudonsa; UManz’ aphuma ezimbotsheni zoMtshezi. Isiguqa esizifulele ngamahlamvu, Enqabeni kwaDludluma kokaMsweli. Umsindo okuNtilingwe ngowani? Ubangwa abaseNtengweni nabakwaKhinya; Uxokozelelwe […]

Continue Reading

Avela Zuma Family History

I was born at Prince Mshiyeni Memorial Hospital in Umlazi and the year was 10 August 1996. The time was 16:30 on a Sunday afternoon. I reside at Folweni Township where where I live with my family. Thembeka Zuma is the name of my mother. She was born on the 18 of August 1961, at […]

Continue Reading

Zamani Shange – Family History

Ndabambi Shange was born at Umbumbulu, Mpandwini area. He had one wife and two children Nkantolo and Mchijwa. Ndabambi’s wife was Zithombi Msomi, who first married to Ngwagwa Mkhize but she didn’t have children with him. Ndabambi was rich because he had a lot of cows and a beautiful house. Nkantolo Shange was born at […]

Continue Reading

Umlando Wokuhlukana Kwabantu BakwaNzama noChamani

Sibe nengxoxo noMama Nomusa Maphumulo ohlala endaweni yaseNanda eCongo. Uzalwa intombi yakwaNzama, usixoxele ngokuhlukana kwesibongo sakwaNzama noChamani. Ezikhathini zakudala kwakuvamise ukuthi kube nempi yezigodi okwakwenzeka kuliwe ngoba kubangwa ubukhosi kanye nabantu. Naliphi inqadi laliba nezinsizwa ezikhethelwa impi ekuyothi mhla impi iyohlangana zikhishwe izinsizwa ukuyolwa. Izingane nomama babesala emakhaya bazilungisele ukucasha uma sihlulwa isigodi sabo. Uma […]

Continue Reading