Indawo yokulusa eCongo naseMtshebheni, iNanda

Indawo yaseCongo iyindawo enemizi eminingi ehlangene noma esondelene. Ngonyaka ka 2000 kwaqala ukuthi kube khona intuthuko kulendawo. Kwakhiwa imigwaqo kanye nezindlu zemixhaso kahulumeni. Abantu bakulendawo bayakuthanda ukulima kanye nokufuya. Ngenxa yokuthi indawo ayisekho kahle endaweni kunezindawo lapho belima khona nalapho kuluselwa khona izinkomo. Idlelo lezinkomo nezimbuzi Imfuyo ehlanganisa izinkomo nezimbuzi zikhashelwa endaweni evulekile ngasemfuleni kwaMamomhlophe. … Read more

Izindlela Zokunqamula Imvula Enkulu

Ngezikhathi zakudala kwakuba khona izimvula ezazinetha ngamandla zinethe isikhathi eside uma kuqhathaniswa nesikhathi sanamuhla. Phela uma imvula isinetha isikhathi eside abalimi babengakwazi ukuthi balime nempilo yayingaqhubeki kahle. Kuthi uma ngabe sebelimile izitshalo zabo zazonakala noma zimuke namanzi. Kuthiwa izimvula lezo azifani nalezi zanamhlanje kwakuba imvula enamandla futhi ehambisana nezikhukhula noma iziphepho. Kuqala abantu babakhe ngodaka … Read more

Fetching water

Ms. G Mkhize of KwaSithebe, KwaZulu says fetching water refers to the practice by girls to take containers and collect drinking water from either a river or a communal tap. Containers would either be clay pots or buckets or any container suitable for this purpose. When girls are playing pretend houses they would use empty … Read more

Kinds of porridges

Contents 1 Kinds of porridges 2 How to make pumpkin porridge 2.1 First Step 2.2 Second step 2.3 Third step 3 How to make a malt porridge 4 Zulu summary 5 Isijingi 6 Ukuphekwa kwesijingi sethanga 7 Ukuphekwa kwesijingi sotshwala Kinds of porridges Isijingi is a traditional food, it is divided into two – the … Read more

Izinkolelo ngokwenziwa ngabantu

Ukuhlukaniswa kwabantu ababili abakhulelwe ekhaya Kuqala obaba mkhulu babeba nesithembu kwakuthi uma kuzwakala ukuthi bobabili noma bobathathu omama bakhulelwe kudingeke ukuthi bahlukaniswe ngezindawo zokuhlala. Lokhu kwakwenziwa uma kuwukuthi bonke bahlala ndawonye noma egcekeni elilodwa babehlukaniswa bahanjiswe ezihlotsheni ngoba kwakubalekelwa ukuthi uma behleli ndawonye ezinye zezingane zabo ngeke ziphile. Uyedwa owayesala ekhaya laba abanye babevakashelwa ngubaba … Read more

Isiqatha or Shakes

Contents 1 History of Isiqatha 2 Recipe 3 Ingredients 4 Method History of Isiqatha Isiqatha which is also called shakes is an alcoholic drink which originated in the 1950’s when the Zulu’s migrated to Cato Manor to look for work. Isiqatha which is a highly fermented drink, was brewed by the women and sold to the male residents for a … Read more