Ukuhaya Izinkondlo
Ukuhaya kwezinkondlo kuyinto umuntu abanayo ngaphandle kokuya esikoleni kuba sesihlokweni nasemithanjeni noma emizweni yalowo osuke ehaya ngalesosikhathi owaziwa ngokuthi umhayi wezinkondlo. Umhayi uyakwazi ukuveza noma ukuzwakalisa ukwenama noma ukuphatheka kabi enkondlweni asuke eyisho ngalesosikhathi. Kafushane ukuhaya inkondlo kuyinto ecebe ngezifengqo, okuwulimi olusebenza ezinkondlweni zomdabu. Ukuhaya kuyisabelo umuntu asiphiwa uMdali. Ukuhaya inkondlo kujulile futhi kumele kuhlobe … Read more