I-Sharpeville Massacre

Isehlakalo somhlaka 21 Mashi 1960, kamuva esaziwa ngokuthi yi-Sharpeville Massacre, esinye sezikhathi ezethusayo kakhulu emlandweni waseNingizimu Afrika. Kunezinhlobo ezahlukahlukene zendaba – abanye abantu babike ukuthi abesilisa nabesifazane ababebuthene esiteshini samaphoyisa e-Sharpeville babebhikisha ngokuthula, kanti abanye bethi isixuku besijikijela amatshe – kodwa okungaphikiswa muntu ukuthi inqwaba yabantu baseNingizimu Afrika balahlekelwe yimiphefumulo yabo ezandleni zamaphoyisa aseNingizimu Afrika, … Read more

Akuselona leli kheli – Chief Albert Luthuli

Njengoba kukhunjulwa uSuku lwamaLungelo Abantu ngoMgqibelo owedlule kubonakale njengesikhathi esifanele ukukhuluma ngoChief Albert Luthuli, ongomunye owabamba iqhaza eliqavile emkhankasweni wokulwa namaphasi oholele embhikishweni waseSharpeville owawungoMashi 1960. Yize wayengekho ngosuku lokudutshulwa kwabantu eSharpeville (wayengyfakazi ePitoli), njengoMongameli Jikelele we-ANC kwakunguLuthuli owethula ‘Year of the Pass’ – umkhankaso kazwelonke okwakuhloswe ngawo ukuqeda umthetho wamapasi. Kepha yize ayebambe iqhaza … Read more

I-25th Time of the Writer

EThekwini kugujwa umkhosi we-25th Time of Writer oqale ngoMsombuluko, mhlaka 14 Mashi, uzovalwa mhlaka 21 Mashi 2022, ngoMsombuluko. Lo mkhosi ugujwa minyaka yonke eCentre for Creative Arts, eNyuvesi yaKwaZulu Natali lapho izinjulabuchopho zababhali zihlangene khona. Kulonyaka ababhali abangaphuzu kuka-100 bazoba ingxenye yalomgubho owethulwa ku-inthanethi okwesithathu ngemuva kokuqala kweCovid 19. Umkhosi kulonyaka ugqugquzelwe (inspired) ingqalabutho eyawina … Read more

Ranjith Kally (1925-6 June 2017)

  You may not know the name Ranjith Kally, but you will definitely be familiar with his work, and there’s no doubt that the names of the countless political personalities that Kally photographed will ring a bell. Kally, who worked for some thirty years as a photojournalist for Drum Magazine and its sister publication, Golden City Post, was responsible for … Read more

Luthuli Museum

On Tuesday we wrote about the town of KwaDukuza, and its rich history, but the town is not only famous for its story of King Shaka, it is also home to the Luthuli Museum, in honour of Chief Albert Luthuli, the first African to be awarded the Nobel Peace Prize. Despite being born in Zimbabwe, Luthuli spent much of … Read more

No Longer at This Address – Chief Albert Luthuli

With Human Rights Day being commemorated last Saturday it seemed the right time to talk about Chief Albert Luthuli, one of the key actors in the anti-pass campaign that led to the March 1960 Sharpeville protest. While he wasn’t actually present on the day of the Sharpeville shootings (he was testifying in Pretoria), as President General of … Read more