Nkosi Ngibheka Kuwe, Ngisize Ngibe Umzali Oqotho

Ngiyakunxusa Thixo wami. Ngifisa ukuba ngumzali oqotho. Ngicela ungiphe intando yokuthanda izingane zami ngokulinganayo noma ngabe kazifani ngokwenza. Ngiyakunxusa Nkosi yami, ungiphe ubuhlakani. Ze ngikhulise abantwana bami ngentando ebusiswe nguwe. Ngisize Nkosi, ngibahloniphe, nabo futhi babonele kimi ukuthi inhlonipho inomvuzo omuhle. Nkosi, kabayifunde kimi inhlonipho, ze ungisize ungilolonge emizamweni yami yokuhlonipha impilo. Baphe isibindi Nkosi … Read more

Umemulo

Umemulo usiko olwenzelwa intombazane uma iziphathe kahle ebuntombini bayo yangabaphoxa abazali bayo. Isikhathi esiningi lolusiko lwenziwa uma intombazane iziphathe kahle yaze yafika eminyakeni engamashumi amabili nanye – 21, ikakhulukazi lwenziwa amaZulu. Lapha sibheka ukuthi uyini umemulo ngokubheka ukuthi ubani noma intombazane enjani eyenzelwa umemulo; ukuthi umemulo kungabe uyisiko yini futhi umzali ubona kanjani ukuthi eyiphi ingane … Read more

Ukuqala Komemulo

Contents 1 Umemulo 2 Ukuqala komemulo 3 Ingewu 4 Ukugonqa 5 Ukulandwa komkhonto 6 Ukuhlatshwa kwenkomo 7 Ngosuku lwecece Umemulo Umemulo usiko olwenzelwa intombazane uma iziphathe kahle ebuntombini bayo lapho isuke ibongwa abazali bayo ukuthi iziphathe kahle yangahlupha. Uma-ke intombazane ikhuliswa kunemigudu elandelwayo. Kanti-ke kuyenzeka enye intombazane ithi ifika esigabeni sokumuliswa ibe seyiganile. Ukuqala komemulo … Read more