Umemulo

Umemulo usiko olwenzelwa intombazane uma iziphathe kahle ebuntombini bayo yangabaphoxa abazali bayo. Isikhathi esiningi lolusiko lwenziwa uma intombazane iziphathe kahle yaze yafika eminyakeni engamashumi amabili nanye – 21, ikakhulukazi lwenziwa amaZulu. Lapha sibheka ukuthi uyini umemulo ngokubheka ukuthi ubani noma intombazane enjani eyenzelwa umemulo; ukuthi umemulo kungabe uyisiko yini futhi umzali ubona kanjani ukuthi eyiphi ingane … Read more

Ukuqala Komemulo

Contents 1 Umemulo 2 Ukuqala komemulo 3 Ingewu 4 Ukugonqa 5 Ukulandwa komkhonto 6 Ukuhlatshwa kwenkomo 7 Ngosuku lwecece Umemulo Umemulo usiko olwenzelwa intombazane uma iziphathe kahle ebuntombini bayo lapho isuke ibongwa abazali bayo ukuthi iziphathe kahle yangahlupha. Uma-ke intombazane ikhuliswa kunemigudu elandelwayo. Kanti-ke kuyenzeka enye intombazane ithi ifika esigabeni sokumuliswa ibe seyiganile. Ukuqala komemulo … Read more

Izilinga (Ukuphuma kwamabele)

Izilinga ukuphuma noma ukuhlosa kwamabele okuqala entombazaneni. Ukuphuma kwamabele okokuqala entombazaneni, ingakathombi kwaZulu kuyinto engamukelekile abntu abadala babeyithatha njengomhlola. Nakuba kunenkolelo yokuthi  uma lokhu sekwenzekile enganeni ubudala sebusondele. Ubudala babuhlonishwa futhi busatshwa ngenxa yobunzima nezobopho eziza nobudala. Ngokuka Mrs Shange uma kwenzekile enganeni yentombazane ukuthi iphume amabele ingakathombi isalukazi noma umama osemdala wayephebeza noma abhule noma … Read more