Iresiphi ye-Indian Meatballs kanye neChutney

Okuqukethwe Iresiphi ye-Indian Meatballs kanye neChutney Ama-Meatballs ngokuvamile aziwa ngokuthi amaKebabs phakathi kwamaNdiya aseNingizimu Afrika. I-kebab chutney iwukudla okusheshayo okuthandwayo okuphakelwa ku-roti roll noma nelayisi ezindaweni eziningi zokudlela zokudla zamaNdiya zaseThekwini. Ama-kebabs angenziwa futhi nge-soya mince ukubhekela abangayidli inyama. Zilungiselelwe ngezinongo eziningi, okwenza kube isidlo saseNdiya esibabayo. IKebabs ingatholakala futhi ithengiswa ezitolo ezinkulu zasendaweni, zilungisiwe … Read more

UBreyani Wenkukhu-An Indian Traditional Food

UBreyani yisidlo serayisi esikhonzwe kakhulu eNdiya futhi manje seyiyindlela yendabuko esetshenziswa abantu abaningi baseNingizimu Afrika. Kunezinhlobo ezahlukahlukene zikabreyani kufaka phakathi inkukhu, inhlanzi, inyama yemvu, imifino kanye nama-prawn’s. Izithako U-1 kg wenkukhu (owashiwe / wasikwa) Inkomishi eyodwa ye- cup black lentils Izinkomishi ezimbili zerayisi Izipuni ezimbili zezinongo zikabreyani Imiqu emine kapelepele  oluhlaza Izipuniezimbili zikatamatisi ogayiwe Ama-spring … Read more

Ujeqe

Ujeqe ungabalelwa ekudleni kwesintu njengesinkwa sakwantu. Abanye abantu bawubiza ngempama kanina. Nansi i-Resiphu yawo: Izithako: Ushukela (200g) Amanzi amhlophe eqanda Izinkomishi ezine zikafulawa Inkomishi eyodwa nohhafu wayo wamanzi afudumele. Uyisti (11g) Izithupha ezintathu zosawoti. Indlela yokwenza: Hlanganisa ufulawa, amanzi, uyisti nosawoti ukuze kwakheke inhlama ethambile. Gingqa uphinde urole inhlama esitsheni ohlanganisele kusona. Kudingeka lokhu ukwenze … Read more

I-Resiphi Yokwenza amaHewu

Amahewu Amahewu angaphuzwa umndeni noma abantu abane kuya kwabayisithupha. Uzodinga: Izinkomishi ezine zempuphu Uhhafu wenkomishi kashukela Amanzi ahlanzekile Usawoti olingene uhhafu we-teaspoon   Ukwenza: Faka amanzi ebhodweni elingu 23 cm, abe ngaphezidlwana kancane kohhafu, bese ubeka eziko noma esitofini uwalinde abile. Thela izinkomishi ezine zempuphu endishini eseceleni, bese ufaka amanzi abandayo, ugoqoze uhlanganise impuphu namanzi. … Read more

Banana leaves in Indian culinary tradition – Durban, KwaZulu-Natal

Contents Introduction Eco-friendly kitchen tool Banana leaf plates Dishing up on a banana leaf Medicinal properties of banana leaves Introduction When indentured labourers came to South Africa 150 years ago from India, they brought much of their culture and customs with them, and with it the use of banana leaves in culinary customs. The banana … Read more

Pickles Recipe

Pickles: An additional taste to food Although pickles are a common cross culture trend in food consumption and flavouring, the history of pickles dates back to India when cucumbers were sliced and stored in a brine solution with spice and fermented to be eaten with food as an additional flavouring to enhance taste. When the … Read more