A Colourful Feast!

A recently launched online South African dictionary, Mzansi Taal, not only provides definitions of local lingo but through its choice of words and sayings offers a unique perspective of South African culture. A great example of this is the inclusion of the phrase, “seven colours”. To outsiders these words won’t really mean anything at all, … Read more

I-Resiphi Yokwenza amaHewu

Amahewu Amahewu angaphuzwa umndeni noma abantu abane kuya kwabayisithupha. Uzodinga: Izinkomishi ezine zempuphu Uhhafu wenkomishi kashukela Amanzi ahlanzekile Usawoti olingene uhhafu we-teaspoon   Ukwenza: Faka amanzi ebhodweni elingu 23 cm, abe ngaphezidlwana kancane kohhafu, bese ubeka eziko noma esitofini uwalinde abile. Thela izinkomishi ezine zempuphu endishini eseceleni, bese ufaka amanzi abandayo, ugoqoze uhlanganise impuphu namanzi. … Read more

I-Resiphi YesiJingi

Isijingi isidlo esinomsoco futhi esinambithekayo. Lesi sidlo ungasipheka imizuzu eyishumi nambili nje kuphela kudle abantu abahlanu uma ulandelise ngaleresiphi. Qinisekisa ukuthi usebenzisa izitsha ezihlanzekile ukuze uvikele amagciwane. Izithako Ithanga Izipuni eziyisithupha zikashukela Amanzi ahlanzekile Impuphu (uhhafu wenkomishi) I-teaspoon yasawoti Uzodinga Ibhodwe elingu-24cm (leli elijwayele ukuba phakathi nendawo ngosayizi kuma-set) Isipuni esilukhuni (wooden spoon) Isitofu   … Read more