Amaphephandaba esiZulu II

Ekhasini lokuqala, siveze amagama amaphephandaba esintu, saqala ngokudingida Ilanga laseNatal, ngokuveza umbhali walo okuwuJohn Langalibalele Dube. Asigcinanga lapho, siphinde saveza inkondlo eyabhalwa emva kokushicilelwa okokuqala kweLanga. Nakuleli khasi sisaqhubeka siveza ezinye zezinkondlo ezabhalwa, izibongo ezaphiwa uDube sivale ngephephandaba Izindaba Zabantu. Lenkondlo ebhalwa ngu Nongamu (Vespertilio) ngesiZulu ime kanje:   Phuma uqhakaze phezu kwesizwe sethu, Njengoba … Read more

Amaphephandaba esiZulu I

Njengoba sazi ukuthi ukuloba lokhu, yinto eyafika nabamhlophe kuleli, kuhle siphinde sikuveze ukuthi omabonakude, uwayilense kanye namaphephandaba izinto ezingezokufika kuthina sizwe esinsundu. Ngaphambilini ebengekho amaphephandaba abantu abamnyama futhi abhalwa abantu abamnyama esiZulu. Kulelikhasi, sithi asibhunge ngamaphephandaba okuqala esiZulu okuyiLanga lase Natali kanye ne Izindaba Zabantu, lona elabuya laguqulwa labizwa ngo UmAfrika. Ilanga laseNatal Leliphephandaba lasungulwa … Read more

Izinkondlo neZibongo zika J.L. Dube

Uma izenzo zakho zingezobuqhawe ngokwesiZulu, uphiwa Izibongo ezitusa amagalelo akho, kokunye kuze kulotshwe izinkondlo ngawe. Kuleli khasi siveza ezinye zezinkondlo ezibhalwa zitusa ubuqhawe buka Langalibalele Dube ongumsunguli wephephandaba iLanga. Lezinkondlo kanye nezibongo zabhalwa ababhali abahlukene, zizohlukaniswa ngababhali bazo. Ebhalwe uNomleti: 24 April 1903   INKOSI EYAY’TAND’ABANTU “Inkosi isiwele e Joridane” Kwash’u Hanna unina ngeliny’ ilanga: … Read more