Ingxoxo ngomdlalo womlabalala nechess eThekwini
Ziningi izindlela umuntu azisebenzisayo ukuchitha isizungu ngemidlalo. Eminye ifuna ubuhlakani bokusetshenziswa kwengqondo ngokujulile eminye ilula. Singabantu sithakasela imidlalo ehlukahlukene kanti eminye imidlalo iveza kabanzi ngemvelaphi yethu. Esikhathini sakudala uma izinsizwa ziyozingela, izingane zazihlala zilalele indlela ugogo ayexoxa ngayo izingwanekwane noma lapho kuqhamuke indlela noma isu lokuqala umdlalo othize. Eminye yalemidlalo njengokusho komunye walaba esixoxisene nabo … Read more