Imincintiswano Yesintu Eyenziwa Emakhaya Yengoma

Umqhudelwane wamagosa yilapho khona amaqembu esuke eqhudelana khona lapho kusuke kuhlangene izigodi ezahlukene kanye namagosa ahlukene ngezigodi. Amagosa uma ngabe kunale miqhudelwane asuke ehambela ema 40, igosa ngalinye lisuke lihamba nabantu balo abalinganiselwa kuma 20. Ngibe nengxoxo noKhetha Shange ohlala eCongo kodwa wakhulela eMbumbulu esigodini sase Ngonyameni. Usichazele ngokwenziwa uma kuqhudelana amagosa ukuthi kubanjani fuhi … Read more

Hopscotch

Hopscotch is a game that is usually played by girls between the ages of six and eighteen. The game involves lots of jumping and balancing on one leg. It is fun to play, as well as a good form of exercise.The game of hopscotch can be played by two people, called “singles” or by four people, … Read more

Umlabalaba

Most of this article is sourced directly from An Introduction to Umlabalaba by Edward L. Powe of the BLAC Foundation.  For more on his work, please visit www.blacfoundation.org where you can play an online Umlabalaba game developed by the Foundation. Umlabalaba (labyrinth in Zulu) is an intriguing “mind-building” Zulu board game that is often translated … Read more

Imidlalo Yezingane Yakudala, Jim Jim Bafana

Imidlalo yezingane yakudala ibe nendima enkulu ekukhuleni kwezingane zamantombazane nabafana. Lapha sizobheka owaziwa kakhulu ngokuthi uJim Jim Bafana. Lomdlalo muhle ngokuthi udlalwa yinoma ngabantu abangakhi. Bonke benza isikolela ngokuthi babambane ngezandla. Akekho umuntu oba yigosa kulomdlalo okuchaza ukuthi akekho odingeka ukuthi ame ngaphakathi esikokeleni. Uma sebenelisekile ukuthi isikokela sabo sime kahle bayaqala bacule bonke bathi: … Read more

Imidlalo Yakudala Yezingane

Imidlalo izingane zabafana kanye namantombazane ezazizijabulisa ngayo besakhula uma sebeqede ukwenza imisebenzi yasekhaya noma abafana belusa izimbuzi uma sebezikhaphele emadlelweni. Ezikhathini zakudala bebengenawo amathoyizi. Bebephuma emakhaya boze babuye ntambama sebeyovalela noma bexoshwa yimvula noma indlala. Bekuthi labo asebekhulakhulile babaqhathe, bebacija ukulwa ngenduku, bekuwumdlalo kubo kodwa bekuliwa ngoba bebeze baphume igazi kodwa babuye bagezane ingozi. Bebebuye … Read more

Imidlalo Yakudala Esadlalwa Yizingane Emakhaya

Emiphakathini kunemidlalo edlalwa izingane ezikoleni ngezikhathi zekhefu noma emakhaya. Lemidlalo yenza abantwana bahlale bephilile bangangenwa imikhuhlane kalula futhi ukudlala kuqaqa nemiqondo yabo, kanti yenza nemizimba iqine. Esikhathini samanje izingane azisayinaki lemidlalo ngenxa yokushintsha kwesikhathi njengoba sekwabakhona omabonakude, amabhayisikili, izimoto ezihamba ngamalahle, amakhompyutha, omakhalekhukhwini njll. Lezinto izona ezenza ukuthi izinga lokudlala imidlalo eyayidlalwa kudala lehle. Nansi … Read more