Ukuthomba kwentombazane

Kuvamise ukuthi isikhathi sokuthomba kwentombazane sibikezelwe ukuphuma kwezilinga (Amabele okuqala aphuma entombazaneni). Ngalesisikhathi amaqhikiza ayaye aqwashise intombazane ngokungena ebudaleni lokhu kubizwa ngokuthi ukuthelwa kwamanzi. Uma intombazane isingene ebuntombini iyabaleka iyocasha noma ihlale yodwa. Kuhlatshwa umkhosi ngomhlola owehlile ukuze azogonqiswa wontanga yakhe. Lesikhathi sithathwa njengesikhathi lapho owesifazane engcolile kungafanele ahlangane nabantu abaningi. Umgonqo ulungiswa ngendlela yokuthi umuntu ongenayo angaboni … Read more

Amasiko Nemicimbi Yesintu, Sibusisiwe High School

Abantu abadala bathi isikhathi sakudala sasimnandi kakhulu uma besiqhathanisa nesikhathi samanje. Futhi bathi zazingekho izigameko ezimbi ezenzeka namuhla zenkohlakalo. Bathi bona babevunula ngemvunulo yesintu ngokwezigaba zabo futhi babenzelwa imicimbi noma amasiko umuntu uma esesigabeni esithize. Contents 1 Imvunulo 2 Amasiko noma imicimbi 3 Umhlonyane nomemulo 4 Ukumiswa kweduku Imvunulo Ngokwezigaba zabantu babevunulo ngendlela engafani njengokuthi … Read more