UVelisiwe Mary Mkhwanazi

Iphayona kusukela ekuqaleni, uVelisiwe Mary Mkhwanazi, wazama ukubhekana nezimo waphonsela inselelo yengcindezelo eyayikhona. Wazalwa ngonyaka ka-1932, emaphandleni aseMbongolwane, KwaZulu-Natal, uVelisiwe waqeda izifundo zakhe zamabanga aphansi kalula futhi wadlulela esikoleni samabanga aphakeme, okuyivelakancane ngesikhathi lapho imfundo ejwayelekile yesibili yathathwa njenge yanele. Ngo-1960 wathuthela eThekwini. Kulapha, emsebenzini wakhe omusha, lapho abona khona amandla obushoshovu. Engathokozile ngomatilasi abolile … Read more

UBusi Mhlongo

UVictoria Busisiwe Mhlongo, obuye aziwe ngo Busi Mhlongo wazalelwa eNanda, KwaZulu Natali ngomhlaka-28 Okthoba 1947. Busi Mhlongo ubekhaliphile, ubengumculi, umdansi kanye nomqophi wezingoma nomculo wakhe ongenamuklamo. Ekama umculo ohlukahlukene waseNingizimu Afrika umbaqanga, umaskanda, i-marabi , kanye nomculo wesiZulu womdabu kuxutshwe izikhathi ezahlukene ezifaka phakathi ezisimanje ezivela emculweni we-jazz, funk, rock, gospel, rap, opera, reggae kanye … Read more

UMandla Langa

UMandla Langa uyimbongi yaseNingizimu Afrika, umbhali wezindaba ezimfushane futhi ungumbhali wamanoveli. Wazalelwa e-Stanger ngo-1950, wakhulela KwaMashu, eThekwini. Ufundele i-Bachelor of Arts e-University of Fort Hare. Ngo-1980 wawina umncintiswano wezindaba ze-Drum othi ‘The Dead Men Who Lost Bones’ futhi ngo-1991 wanikezwa i-Arts Council of Great Britain Bursary ngokubhala ngobuciko, owokuqala owomuntu waseNingizimu Afrika. Ngo-1974, wabamba iqhaza … Read more

Jackie Branfield

Long-term campaigner Jackie Branfield was born in Bulawayo, Zimbabwe in 1952 and has often been described as a ‘maverick crusader’. Her ‘life’s work’ began 20 years ago at the church youth group when youngsters started approaching her for help with personal problems. Working mainly with her own common sense in the beginning, she started amassing … Read more

Ranjith Kally

Internationally acclaimed, Durban-born photographer Ranjith Kally, has documented some of the key people and events involved in South Africa’s struggle for democracy. His pictures, dating back over 60 years, give us a glimpse into the tensions of the past, of the events that shaped our future. Kally’s first camera, a humble Kodak Postcard, purchased for … Read more

Akuselona leli kheli – Kusuka ekubeni uGrey Street/Broad Street kwaba uDr Yusuf Dadoo Street

UGrey Street ekuqaleni ubesuka eDartnell Crescent eduzane naseGreyville Race Course aze ayofika kuVictoria Embankment. Eminyakeni ethile edlule, nokho, isigaba esiphakathi kwaleli chweba noWest Street saqanjwa kabusha ngokuthi uBroad Street. UGray Street waqanjwa ngo-Earl Henry George Grey, uNobhala Wombuso WaseBrithani WamaKoloni ngawo-1850. UGray Street uxhunyaniswe ngendlela exakile nomlando wabantu baseNdiya eThekwini. U-Yusuf Mohamed Dadoo wazalelwa eKrugersdrop … Read more