No Longer at This Address – Grey Street/Broad Street to Dr Yusuf Dadoo Street

Grey Street originally ran from Dartnell Crescent near the Greyville Race Course all the way to the Victoria Embank- ment. Some years ago, however, the section between the bay and West Street was renamed Broad Street. Grey Street was named after Earl Henry George Grey, the British Secretary of State for the Colonies during the … Read more

Akuselona leli kheli – Kusuka ekubeni uGrey Street/Broad Street kwaba uDr Yusuf Dadoo Street

UGrey Street ekuqaleni ubesuka eDartnell Crescent eduzane naseGreyville Race Course aze ayofika kuVictoria Embankment. Eminyakeni ethile edlule, nokho, isigaba esiphakathi kwaleli chweba noWest Street saqanjwa kabusha ngokuthi uBroad Street. UGray Street waqanjwa ngo-Earl Henry George Grey, uNobhala Wombuso WaseBrithani WamaKoloni ngawo-1850. UGray Street uxhunyaniswe ngendlela exakile nomlando wabantu baseNdiya eThekwini. U-Yusuf Mohamed Dadoo wazalelwa eKrugersdrop … Read more

Imidwebo kuYusuf Dadoo Street

Uma ungumuntu ojwayele ukuhamba edolobheni eThekwini ngemoto noma ngezinyawo kukancane ukuthi ungangzyibona imidwebo noma izithombe eziso dongweni olukhulu olukwi mpambana mgwaqo phakathi kukaDr Yusuf Dadoo kanye noMonty Naicker. Phela lemidwebo nezithombe isentshonalanga yedolobha laseThekwini, okusho ukuthi uma ungena eThekwini uqhamuka ngaseMakethe uyayibona lemidwebo nezithombe. Ziba sodongeni olukhulu, okuqaphelelekayo ngazo ukuthi ziyashintshwa ngokuhamba kwesikhathi nangoku guquko … Read more