UKim Matthews

Ukufaka umfutho nokusa phambili umculo, uKim Matthews wafunda ipiyano esemncane futhi wenza izivivinyo e-Trinity College e-London. Ufundele ukuklama ubucwebe e-Durban Technikon wasebenza njengomkhandi wegolide iminyaka engu-25. Ungumphathi omkhulu (CEO) wenhlangano engenzi nzuzo, i-The Paw-Paw Foundation,lapho eqongelele khona imali yemifundaze yomculo yezintandane nezingane ezisengcupheni ezivela ezindaweni zasemakhaya eziseduze neTheku futhi ezibambe iqhaza ezinhlelweni ezahlukahlukene zokuletha umculo … Read more

UCynthia Shange

Itheku libusisiwe ngabantu abaningi abaphiwe ngezindlela ezahlukene, lapha singabala abalingisi, amaciko, abanamakhono ahlukahlukene njalonjalo. Kulengosi sithi ake sibheke umlando wabanye abazalwe khona la eThekwini sibheke namava akhe kanye nomlando aseke wawuqopha ngaphambilini. Lapha sikhuluma ngowayekade engu nobuhle kodwa manje osengumlingisi kumabonakude ezinhlelweni ezahlukahlukene, uCynthia Shange. UCynthia Shange uzalwe ngonyaka ka-1949, wazalelwa endaweni yase Lamontville, eThekwini. … Read more

Greta Schoeman

Founder of the Highway Hospice and bereavement director of Lasting Post, Greta Schoeman was born in England in 1935 and began her career as a nurse in Britain before moving to South Africa with her husband. Greta trained as a hospice nurse at the Sir Michael Sobell House in Oxford in England and then returned … Read more

Amaqhawe aseMlazi-Sandile Zungu

Ilokishi laseMlazi ngelinye lama lokishi amakhulu eNingizimu Afrika, kahle kahle nje uMlazi ilokishi lesibili ngobukhulu kulelizwe lilandela ngemuva ilokishi iSouth Western Township (SOWETO) ngobukhulu. Ingakho ke nje kungamangazi ukuthi inabantu abaningi abadume eNingizimu Afrika ngokuhlukahlukana kwemisebenzi yabo kanye namagalelo abo. Kulokhu ke sethula usomabhizinisi ophinde abe ngumholi ezinkampanini ezahlukene uMnumnzane Sandile Zungu ongumphathi weqembu lamaZulu. … Read more

No Longer at This Address – From Durban lCC to Albert Luthuli lCC

Durban’s International Convention Centre has been extremely successful since its inception, helping to make Durban one of the conferencing capitals of the South. The ICC has played host to a variety of events and conferences including the Non-Aligned Movement and the World Conference on Racism. The ICC has recently been expanded, and now includes a … Read more

USolwazi Rodney Harber

USolwazi Rodney Harber wazalelwa eMgungundlovu ngo-1940. Wafika eThekwini ukuzoqedela iziqu zakhe ze-Bachelor of Architecture e-University of Natal ngo-1965. Kwathi ngemuva kweminyaka emihlanu esebenza wafundisa khona iminyaka engamashumi amathathu nesithupha ngaphambi kokuthatha umhlalaphansi njengo-Profesa in the School of Architecture, Planning and Housing ufundise kuyo yomithathu imikhakha. Ubuye wafundisa e-TU Darmstadt nase-Durban University of Technology (DUT). Ngo-1969 … Read more