Jay Pather

Jay Pather was born in Durban in March 1959 and is one of the leading choreographers working in South Africa today, and is among the most innovative creative forces for his discipline in the world. In 1984, Jay followed his Honours degrees in Literature and Drama from the University of Durban-Westville with an MA in … Read more

UMbongeni Mtshali

UMbongeni Mtshali, owayenguthishanhloko waseVelabahleke High School eMlazi. Uthathe umhlalaphansi ngemuva kokusebenza kulesi sikole njengothishanhloko iminyaka engu-26. Uyaziwa ngokuzinikela kwakhe nangokugxilisa kubafundi nasekufundiseni. UMtshali uzichaza njenge “auto-democratic” – ozimele geqe futhi obusa ngentando yeningi. Uyalalela, kodwa futhi kufanele adwebe umugqa. Hhayi umashiqela ongakhathaleli, kepha ophokophele, othembele ekuyalweni okuchazwe ngezindlela eziningi, konke kungokwakhe. “Ukuba uthishanhloko akukwenzi umuntu … Read more

Amaqhawe aseMlazi-Senzo Meyiwa

Kujwayelekile emiphakathini esihlala kuyo ukuthi uma kukhunjulwa amaqhawe nabantu ababambe iqhaza emphakathini kube abantu ababambe iqhaza kwezembusazwe nezepolitiki. Akusilona icala ukwenza njalo kepha kubalulekile ukuthi uma kukhunjulwa amaqhawe kungakhethwa iphela emasini. Maningi ke amaqhawe eThekwini kusuka kubantu abangamaciko, abasiza umphakathi ngezindlela ezahlukene, osomabhizinisi kanye nabanye. Kuleli khasi sibhunga ngensizwa engasekho emhlabeni kepha ebidume iNingizimu Afrika … Read more

USolwazi Himansu Baijnath

USolwazi Himansu ‘Snowy’ Baijnath unguSolwazi , ungu-Honorary Research Professor in the School of Biological & Conservation Sciences at the University of KwaZulu-Natal. Unothando lwezitshalo nokongiwa kwemvelo, abelana ngakho ngentshiseko nabafundi bakhe. Izitshalo eziningi uSolwazi Baijnath azicwaningile zigcwele indawo yaseThekwini, njenge-Durban Guava, ayithola wayiqamba, kanye neR-acecourse Lily, isitshalo somdabu esiyivelakancane saseThekwini, okwakucatshangwa ukuthi asisekho endle. Unesibopho … Read more

I-100 Great African Kings and Queens

Amakhosi asenze sathatheka amakhulu eminyaka – amaNgisi athanda uNdlunkulu kanye naseduze nekhaya, indaba yenkosi uShaka kanye nezingqwele ayephila nazo, asizoze zabuna. Ngakho-ke akumangazi ukuthi incwadi egxile kwi-Afrika’s Royalties inakwe kancane! UPusch Commey owazalelwa eGhana, osehlala eNingizimu Afrika, ungumbhali we-100 Great African Kings and Queens, ezoshicilelwa ibe uchungechunge oluyishumi. Lezi zincwadi ziyingxenye ye-Real African Writers (RAW) Children’s Series, … Read more

ULawrence Ngubane

U-Lawrence “Big Bear” Ngubane wazalelwa eThekwini, ngo-1947. Wayedlala ibhola esemncane futhi wayengumdlali ophumelelayo kwezokulingisa. Ngeminyaka yama-1960 uMnuz Ngubane wayedlalela ikilabhu yase-Hammarsdale ebizwa nge-Iyasha Swallows. Ushiye i-Iyasha Swallows wasungula iqembu lakhe elibizwa ngeYoung Stars. I-Young Stars ibiyiqembu eliphumelele ngokunqoba izicoco eziningi zeligi nezindebe e-Hammarsdale. UNgubane ubambe elikhulu iqhaza ekuhleleni ibhola eHammarsdale. Wayemela futhi ephethe i-Camperdown District … Read more