Isiqunga

Isiqunga uhlobo lotshani olusetshenziswa kakhulu abantu abangamaZulu labo abakholelwa emadlozini. Isiqunga siyazimilela emahlathini nasezindaweni ezingamagquma nemihosha. Isiqunga utshani obukhula bubebude, nesidumbu esikhulu buyahaya uma ubuthinta, sinephunga elimnandi uma sesikhiwe. Umsebenzi wesiqunga omkhulu ukugeza. Isiqunga sisusa amathunzi amnyama kanye namabhadi. Isiqunga sisethenziswa ekhaya uma kushoniwe, sikhiwa nezimpande zaso siyagxotshwa bese sihlanganiswa namanzi, lawomanzi yiwo ekugezwa ngawo … Read more

Isiqatha or Shakes

Contents 1 History of Isiqatha 2 Recipe 3 Ingredients 4 Method History of Isiqatha Isiqatha which is also called shakes is an alcoholic drink which originated in the 1950’s when the Zulu’s migrated to Cato Manor to look for work. Isiqatha which is a highly fermented drink, was brewed by the women and sold to the male residents for a … Read more

Imibala yezinkomo ngesintu – Traditional Colours of cows (isiZulu)

Ebafazi bewela: Inkomo emnyama wonke umzimba bese ibamhlophe ngemilenze nemikhono. Ukhozi Emakhwi: Inkomo emnyama enamabala amhlophe esiswini yachafachafaza futhi esiphongweni. Khwifikhwifi: Inkomo enamabala amnyama namhlophe ngokulinganayo. Ehhemu: Inkomo emnyama ngenhla imhlophe nganhlanye lombala omhlophe unokuba sezinhlangothini zombili. Ihunqu: Inkomo ebomvu ngokunsundu yachaphaza ngamabala amnyama athi fahlafahla. Ephuzingwebu: Inkomo emnyama emzimbeni imhlophe ngomlomo. Ihwanqa: Inkomo ebomvu yafahlaza ngombala omhlophe wonke umzimba ngisho nezindlebe … Read more

Izinkolelo ngesihlahla somphikeleli

Isihlahla esaziwa ngokuthi umphikeleli sinemisebenzi nezimanga eziningi esizenzayo. Lesihlahla sikhula kungathi yimbali. Ukukhula kwaso sikhula sibe yimbali enhle evulekile sibenamaqabunga amakhulu amade. Kuthiwa siyisihlahla esishayo uma kunento embi ekhaya sibuye siziqhakazele ngesikhathi saso. Kulabo abasaziyo kuthiwa bayakwazi ukusibona uma sibika okuthile ekhaya. Esikoleni sasOhlange kuthiwa singezinye sezihlahla ezitshaliwe ngokusho kukaMnumzane Radebe uma kukhona okuzovela esikoleni … Read more

Herding stock/cattle

Herding refers to looking after cattle as they graze in the pastures. Boys will watch out for cattle not to graze in people’s fields and enter homesteads and strip thatched huts. Stock refers to domesticated animals for breeding such as cattle, sheep, goats, donkeys and horses. This is the way Mr. N. Mhlongo explained this … Read more

Estuaries around Durban, kwaZulu-Natal

The eThekwini coastline is 98 kilometres in length, and incorporates 16 estuaries ranging from the uThongathi in the north to the iMahlongwa in the south. The estuaries within this area are made up of 13 temporarily open/closed estuaries, two permanently open estuaries (uMkhomazi and uMngeni) and one estuarine bay (Durban Bay). Among the most important … Read more