uAhmed Kathrada (21 August 1929-28 March 2017)
Namuhla, iNingizimu Afrika izilele ukudlula emhlabeni kwesishoshovu sepolitiki, neqhawe lomzabalazo, uAhmed Mohamed Kathrada. Ngesikhathi ethula inkulumo kwi SAFM wabuzwa ukuthi angathanda ukukhunjulwa kanjani? Waphendula wathi, ‘Njengomuntu ozamile ukuba nomthelela. Sazama.’ Uma ubheka udaba lwaleqhawe kusobala ukuthi uAhmed Kathrada kuningi akwenza kunokuzama. Baziwa kakhulu ngo ‘Uncle Kathy’, impokophelo yakhe yabonakala esemncane – eneminyaka eyi 12 waba … Read more