Izinyanga zonyaka

Unyaka uhlukaniswe izingxenye ezine: – Intwasahlobo – Ihlobo – Ikwindla – Ubusika Izinyanga zonyaka ngesiZulu UMasingana (January) – omama sebeqala ukusinga izigabe ngaphansi kwamagwagwa ezintanga esizigubhazela ngenxa yezinkinga zasehlobo. UNhlolanja (February) – ngalesi sikhathi sonyaka izinja ziyalandelana ezesilisa zikhwelana nezesifazane. UNdasa (March) – izingane zidansizela ngesisu nakhu phela ukudla kwasehlobo sekuyadliwa njengombila. UMbasa (April) – kusuke … Read more

Induna

Induna (plural: izinduna), is a Zulu word, which is a title meaning advisor, great leader, ambassador, or commander of group of warriors. We mostly find these people in rural areas which is commanded by a Chief and it is sub-divided into sections (izigodi). Each section is represented by its democratically elected candidate, who is a … Read more

Amagama esintu okubizwana ngawo

IsiZulu wulimi olujulile futhi ngendlela olunonophele ngayo luze lubonakale nasendleleni esibizana ngayo ukuveza inhlonipho nezinga lalowomuntu esisuke sikhuluma ngaye noma naye ngalesosikhathi. Amagama okubizwana ngawo aveza ubulili, ubudlelwane obakhekile, nalowo obizwayo ukuthi isikhundla anaso noma ingxenye anayo emndenini noma emphakathini. Lezindlela zokubizana zazidala ukuhloniphana, ukubumbana nokuthandana kubantu. Kwenza ukusondelana kwabantu ngemindeni nangokuzalwa kokulamana futhi. Lamagama … Read more

Ulimi LwesiZulu

IsiZulu ulimi olukhulunywa ikakhulukazi abantu bakwaZulu Natali kanti futhi luwulimi olungebukhuni uma lukhulunywa. Abantu abakhuluma isiZulu baningi, ngisho nalabo abangasincelanga ebeleni okanye labo abakhuluma ezinye izilimi njengamaXhosa, abeSuthu kanye nabanye. Indlela abantu abangamaZulu abakhuluma ngayo ulimi lwabo iyahlukahlukana ngokwezindawo abahlala kuzo kanye nezibongo zabo. Abantu abahlala ezindaweni zakwaZulu indlela abakhuluma ngayo yehlukile kulabo abahlala ezindaweni … Read more