Ukukhuzela Intombi
Ukukhuzela intombi noma ukuyibongela umkhuba wesintu owenziwa yizinsizwa ukuveza ubugagu nentshisekelo ngothando enalo ngentombi. Insizwa isuke ikhuzela nje ngoba isho amagama aphuma kuyo, iwabhekise entombini, noma icule yenzela ukuzincengela entombini ukuthi ilalele lokhu insizwa efuna ukuyisho kuyo. Lomkhuba wawenziwa kakhulu izinsizwa lapho izintombi ziyotheza noma ziyokha amanzi okwakwenza ukuthi endaweni abantu bazi ukuthi insizwa yakwabani … Read more