USlinyana NoHlakaniphane
Kwasukasukela! Cosu… Kudala kwakukhona abafana ababili ababengabandawonye, owokuqala kwakunguSlinyana owesibili kunguHlakaniphane. UHlakaniphane wayehlakaniphile kanti uSlinyane wayeyisilima njengegama lakhe. Kwathi ngelinye ilanga bahamba baya kodlala umshini wemali uSlinyana wawina imali eningi eyamaphepha uHlakaniphane wathola uhlweza. USlinyana wabe esecela bashintshane nomfowabo yena athathe eyamaphepha. Wavuma ke uHlakaniphane bagoduka baya kubo. Ngakusasa bavuka baya kothenga izimpahla. Ukusa kwabonwa … Read more