UJoseph Shabalala

UJoseph Shabalala, owazalwa nguBhekizizwe Joseph Siphatamandla Mxoveni Mshengu Bigboy Shabalala eMnambithi, KwaZulu-Natali, ungumsunguli nomqondisi womculo weqembu i-Ladysmith Black Mambazo. Umsebenzi womculo kaShabalala uqale ngokusuka kwakhe eMnambithi waya eThekwini. Ngemuva kokuhlala isikhashana ne-Durban Choir wajoyina iqembu lesicathamiya ,i- ‘The Highlanders’, eyayiholwa iqhawe uGaliyane Hlatshwayo. Hlatshwayo owayesebenza njengomeluleki, ekhuthaza uShabalala ukuthi asebenzise izwi lakhe ngamandla. Lesi sikhuthazo … Read more

UDavid Masondo

U-David Masondo wazalelwa e-Hammersdale, eThekwini ngo-1950. Waqala umsebenzi wakhe wezomculo, wenza izingoma emalokishini njenge-Groovy Boys. Kamuva wasungula i-Soul Brothers, iqembu eliphumelele le-South African soul concept (umbhaqanga), isitayela se-jazz esifakwe ngesiZulu esaduma sathandwa ngo-1960. Wayengumbhali wazo zonke izingoma zeqembu, futhi engumculi ohola phambili weqembu. I-Soul Brothers iqophe ama-albhamu angaphezu kuka-30 selokhu yasungulwa ngo-1974. Leli qembu belimatasa … Read more

Africa’s Time

If you’re away from home at the moment and find yourself in need of a reminder of Africa’s great beauty then spend a few moments watching Jérémy Olivier’s new single, Africa’s Time, featuring the legendary choral group, Ladysmith Black Mambazo (LBM). Not only will you get to hear the soothing isicathamiya tunes of five time Grammy winners, … Read more

Umncintiswano weLadysmith Black Mambazo

Iqembu lezika cothoza mfana elidume umhlaba wonke iLadysmith Black Mambazo ithathe igxathu elihle ekubuyiseni esizweni iphinde ifake isandla ekuthuthukisweni komculo wesintu isicathamiya. Lokhu ngikuphimisa ngoba leli qembu livule ngokusemthethweni isikhungo somculo wesicathamiya lapho bezobe behambela ezifundeni ezahlukene. Inhloso enkulu yalesikhungo ukuvundulula amaciko esicathamiya, kanti ke futhi nokugqamisa lomculo ebantwini. Lo mzungezo uqale ngomhlaka 12 kwephezulu … Read more

Ladysmith Black Mambazo

Ladysmith Black Mambazo Lonyaka siwuvule kahle ngezindaba ezimtoti ezithinta iqembu lomculo womdabu elibizwa ngeLadysmith Black Mambazo elihlabane nge-Grammy Award ezweni laseMelika obesekuyindondo yabo yesihlanu kulomkhakha ewunqobe kuqhathwe izingqungqulu ezikhiphe ulozolo lecwecwe elimnandi. Leliqembu elicula isithamiyo noma ngamafuphi mbube, lasungulwa ubaba uJoseph Mshengu Shabalala ngonyaka ka1960 kanye no-Albert Mazibuko. ILadysmith Black Mambazo idume umhlaba wonke futhi … Read more