IZulu Blues
Ngezingoma ezikhuluma ngendaba yokuphila komuntu, usizi lwakhe, amaphupho akhe, umculo kamaskandi akumangazi ukuthi ubizwe ngokuthi i- ‘Zulu Blues’. Uhlukaniswe ngesitayela esikhethiwe sesigingci nezinkondlo zokudumisa zesiZulu ezikhulunywa ngokushesha, umculo kamaskandi uhlukile eNingizimu Afrika. Kodwa lokho akusho ukuthi awukozelwa umhlaba wonke – uZibokwakhe ‘Phuzekhemisi’ Mnyandu, wathola i-Living Living Legends Award ka-2014 yoMculo Nezokuzijabulisa phecelezi i-Music and Entertainment, … Read more