Izinkolelo Noma Izindlela Zokuphila Ezilindelekile Emphakathini
Uma umuntu efika emzini womuntu akufanele ame nje egcekeni. Ngokwesintu kufanele afike akhuleke ebingelela bese esondela ngasendlini afike kube sengathi uhlala kwasakuqojama. Kuthiwa lokhu kwenziwa ngoba abantu bayiqinisile imizi yabo ngemithi okungenza lowomuntu uma emile kanti akaqinile angazithola eseshayeka phansi. Akanikezwa umuntu into eyesikhali ibhekiswe ngakuyena, kungabe ummese noma ucelemba. Kufanele indawo lena elimazayo ibheke … Read more