Zulu Family Customs

Among the Zulu, the belief in ancestral spirits (amadlozi or abaphansi) has always been strong. These are the spirits of the dead. The Zulus recognise the existence of a supreme being. UMvelinqangi (One Who Came First) or uNkulunkulu (Very Big One) is God because he appeared first. This supreme being is far removed from the … Read more

Usiko Lomntwana LakwaGasela

Lena yingxoxo kaSibongiseni Gasela ohlala endaweni yaseNanda, wazalelwa futhi wakhulela endaweni yaseMtubatuba, KwaZulu. Ngemuva kokuqeda isikole khona weza eThekwini ukuzofuna umsebenzi. Abantu bakwaGasela baziwa ngoMdunge, Chiliza njalonjalo. USibongiseni usitshele ngosiko lakubo kwaGasela okungenzeka ukuthi luyafana nokwalesinye isibongo. Imindeni inezinto noma amasiko abawalendayo ngokwenqubo yabo njengokuthi ezinye izibongo zifaka iziphandla, zigcabe ebusweni ezinye zibhoboze ezindlebeni njalo … Read more

Umlando Wesibongo Sakwa Magwaza

Abantu bakwaMagwaza baziwa ngezithakazelo zabo oNjinji, Manqondo noYengwayo. Batholakala eMthinemide eNkandla lapho kubusa khona iNkosi Mandlenkosi Magwaza eMelmoth naseMzinyathi, eNdwedwe. AbakwaMagwaza babaziwa ngabakwaMhlongo okwathi ngoba enye yamadodana akwaMhlongo imithise udadewabo yabizwa ngokuthi nguMagwaza ngoba igwaze ekhaya. UMagwaza wakhishwa emndenini wakwaMhlongo. UMagwaza uzale uLogoloza, uLogoloza uzale uNjinji, uNjinji uzale uMabhulubhense, uMabhulubhense uzale uSibude, uSibude uzale uYengwayo, … Read more

Umlando Wesibongo SakwaShezi

Umlando wesibongo sakwaShezi (amaChube) AmaChube yisizwe esinomlando obalulekile KwaZulu. Imvelaphi yabantu bakwaShezi iseNkandla ngoba ingxenye enkulu yalendawo kuhlanganisa nehlathi lakhona kungokwakaShezi. Bayisizwe asisiphe ngokwekhono ngoba babesebenza ngensimbi bakha amageja nemikhonto. Endaweni yaseNkandla kunentaba ebizwa ngokuthi kukaNomachi lapho lesizwe esasiphala amadwala bawancibilikise bese kuphuma insimbi ababenza ngayo lezinto ezibalwe ngenhla. Lokhu babengakwenzi bodwa babesebenzisana nesizwe sakwaWosiyana … Read more

Umlando Wesibongo SakwaShabalala

Contents 1 Umlando wabantu bakwaShabalala 2 Amakhosi akwaMshengu ngokulandelana kwawo: 3 Indlu kaChagwe ngokulandelana kwayo: 4 Indlu yesibili ekaMshukangubo ongumfowabo kaChagwe: 5 Indlu yesithathu ngeka Manovunga okudume ngokuthi yindlu kaNyamazane 6 Indlu yesine ngeyasebuMnyameni esePhatheni eRichmond maphakathi neKwaZulu Natal. 7 Izithakazelo zakwaMshengu Umlando wabantu bakwaShabalala Abantu bakwaMshengu baziwa ngokuthi ngaMaChagwe. OMshengu badume ngezithakazelo zabo OMavuso, … Read more

Umlando Wesibongo SakwaNtuli

Abantu bakwaNtuli baziwa njengaMabhele. Batholakala endaweni engaphansi kwentaba iLenge ngaseMhlumayo, eMnambithi. Baziwa kakhulu ngokuthi uma befunga bathi, “Ngiwafunge aMabhele eseLenge!” Amanye aMabhele atholakala ngaseNtabeni yaseNkuzi ngenhla nomfula iNdaka ngaseWashibhange. Kuthiwa langa limbe iNkosi uShaka izipholele ngaphansi komthunzi nenduna yayo kwabonakala ngefu lothuli liza ngakubona. Kuthiwa kwakukhona amadoda, abantu besifazane nezingane. Kuthiwa bathi uma befika ngasemfuleni … Read more