Ukukha amanzi

UNkosazane G Mkhize waKwaSithebe, KwaZulu uthi ukukha amanzi into eyenziwa amantombazane ngokuthatha izitsha zokukha amanzi okuphuza emfuleni noma empompini womphakathi. Izitsha kungaba yizimbiza zobumba, amabhakede noma yisiphi isitsha esifanele ukukha amanzi. Lapho amantombazane edlala izindlu (umasigcozi/umandlwana) asebenzisa amathini angenalutho noma aphuze amabhodlela kadilinki ukuphatha amanzi ayenawo ezindlini zawo zokudlala. Okuqukethwe Umuntu okukhulunywe naye Ngubani odlala … Read more

Ukwenza inkomo ngobumba

UMnumzane S Mkhali wase-Ophepheni, eHighflats unikeze incazelo ngokwakhiwa/ kwenziwa kwezinkomo zobumba. Ubumba lusetshenziswa kulomdlalo. Ubumba uhlobo lodaka olumbiwa eduze komfula. Lolu daka lunombala onsundu. Luyaxutshwa ukuze lubebushelelezi. Okuqukethwe Abantu okukhulunywe nabo Ubani odlala lomdlalo? Yini esetshenziswayo ukudlala lomdlalo? Udlalwa nini lomdlalo? Udlalwa kuphi lomdlalo? Udlalwa kanjani lomdlalo? Izinkolelo/imikhuba eyamene nalomdlalo Umthombo Abantu okukhulunywe nabo Umcwaningi … Read more

Ukudliwa kwephaphu lenkomo – Umdlalo womdabu

UMnumzane B Nzuza waKwaThayela, Maphumulo uthi iphaphu lingesinye sezitho zangaphakathi senkomo esisondele enhliziyweni. Ngokwesiko lamaZulu, le ngxenye yanikezwa abafana abelusayo ukuba bayidle uma kuhlatshwe inkomo. Okuqukethwe Umuntu okukhulunywe naye Ngubani odlala lomdlalo? Yini esetshenziswayo ukudlala lomdlalo? Udlalwa nini lomdlalo? Udlalwa kuphi lomdlalo? Udlalwa kanjani lomdlalo?  Umthombo Umuntu okukhulunywe naye Umcwaningi ukhulume noMnumzane B Nzuza onikeze … Read more

Ukubhukuda echibini

Ukubhukuda ukungena echibini nasesigwedlweni. Ingxenye yechibi enamanzi amaningi, umfula. UMnumzane Ngema unikeze incazelo ngalomdlalo wokubhukuda. Okuqukethwe Umuntu okukhulunywe naye Ngubani odlala lomdlalo? Yini esetshenziswa ukudlala lomdlalo? Udlalwa nini lomdlalo? Udlalwa kuphi lomdlalo? Udlalwa nini lomdlalo? Isitayela sokuzenzela-freestyle Ukutshuza emanzini Umdlalo wengwenya Usizo lwalemidlalo Umuntu okukhunywe naye. Kwakhulunywa noMnumzane A Ngema mayelana nokuthi udlalwa kanjani lomdlalo … Read more

Wrist game

Mrs. T Majiya said this game involved holding another person’s hand at the wrist and waving it loosely to and fro. Contents 1 The person consulted 2 Who play this game? 3 What is used to play this game? 4 When is this game played? 5 Where is this game played? 6 How is this … Read more

Wrestling

Mrs. Ndwandwe of Ndundulu, KwaZulu claims that girls were set to hold each other and wrestle until one falls. The one who manages to bring down the other is regarded as the stronger one. Contents 1 The person consulted 2 Who play this game? 3 What is used to play this game? 4 When is … Read more