Tomatoes game

Ms. N Mlilo of eMachunwini says this game is named after a tomato plant. Contents 1 The person consulted 2 Who play this game? 3 What is used to play this game? 4 When is this game played? 5 Where is this game played? 6 How is this game played? 7 Custom associated with this … Read more

Setting bulls to fight

Mr. N. Sibiya said that each boy will bring a bull from his herd and two bulls will be placed facing each other. Bulls are bovine males not yet castrated. These were kept so that the cows will reproduce and the herd will grow in number. Setting bulls to fight was a very big deal. … Read more

Umdlalo Wengqathu

Ingqathu umdlalo odlalwa yizingane zamantombazane isikhathi esiningi kodwa nezabafana seziyawudlala manje lomdlalo. Udlalwa ngabantu abathathu noma ngaphezulu. Ingqathu yakhiwa ngohlobo lotshani olubizwa ngengongoni noma isikhonko. Kukhethwa lolutshani ngoba luqinile futhi intambo ihlala isikhathi eside. Lolutshani luyalukwa ngamantombazane, uma eseqedile kubalulekile ukuthi baqale bayicwilise isikhashana emanzini abandayo ukuze iqine bese bedlala ngayo imanzi ukuze ibe nomfutho … Read more

Umdlalo Umagalobha

Lomdlalo udlalwa amantombazane. Kulomdlalo kubakhona amaqembu amabili. Umagalobha wakhiwa ngokusantanjana ihlanganiswe ukuze ivaleke bese ivuleka esiphakathini. Uma sekudlalwa abantu ababili abavimbile. Intambo bayibeka ezindaweni ezithize zemizimba yabo abayiphathi ngezandla, njengokuthi bayiqalisa emadolweni intambo, ikhuphuke njalo ize ifike ekhanda noma ezandleni. Lokhu kubizwa ngokuthi kusemoyeni, kuyangokuthi nivumelane ngani ngesikhathi umdlalo usaqala. Bese bekhethana ngamaqembu nakhona bakhethana … Read more

Ukuzingela Nokudoba, Amatshezulu High School

Esikhathini sakudala ukuzingela kwakuyingxenye ebalulekile yempilo ebantwini besilisa. Babezingela ukuthola inyama kanye nokuthi basebenzise isikhumba senyamazane ukwenza okokugqoka njengamabheshu kanye nokumbatha uma belele. Kuhambe kwahamba ukuzingela kwangabe kusavunyelwa ukuthi abantu bakwenze ngoba izilwane bezincipha obekuzogcina sekwenza ukuthi zingabe zisatholakala eNingizimu Afrika. Lomthetho awubenzanga abantu ukuthi bayeke ukuzingela, baqala ukukwenza ngokuntshontsha njengokuthi bavuke ekuseni kakhulu uma … Read more

Ukuzingela

Ukuzingela kuwumdlalo njengeminye imidlalo ongabala kuyo imidlalo kanobhutshuzwayo, indlamu kanye neminye eyenza abantu bahlale bethokozile. Lomdlalo nawo uyabagwema abantu ekwenzeni izinto ezingalungile njengokuzinikela ekusebenziseni izidakamizwa kanye nasebugebengwini. Abantu abazingelayo babizwa ngokuthi amaphisi bazingela izinhlobonhlobo zezinyamazane kanti iningi lazo zitholakala emahlathini kanye nasezimobeni. Labo abasuke beyozingela baba amaqembu ahlukahlukene ukwenzela ukuthi uma iqembu ebelihamba phambili lihlulekile … Read more