No Longer at This Address – From Point Road to Mahatma Ghandi Road

So named because it runs along the the narrow strip of land that borders the harbour, this is not the first time that Point Road has changed its identity. At one time, the whole section of the Point from Smith Street to the mouth of the bay was in the charge of the harbour authorities, … Read more

Akuselona leli kheli- Moses Mabhida Stadium

Kulolu chungechunge lwe-No Longer at This Address (Akuselona leli kheli), sigxila kumagama emigwaqo amasha eThekwini, nakubantu abaqanjwe ngabo ukuhlonipha. Futhi ngenkathi igama likaMoses Mabhida lingewona umgwaqo, inkundla yebhola lezinyawo iyingxenye enkulu ekubalazwe eThekwini (nobulona) esacabanga ukuthi kufanelekile ukubhala ngalo! UMoses Mbheki Mncane Mabhida wazalelwa KwaZulu-Natal, ngaphandle kwaseMgungundlovu, ngomhlaka 14 Okthoba 1923. Ubaba wakhe wayengumgqugquzeli, elibalulekile … Read more

UMxolisi Kaunda Ubuyele KwesikaMeya

Kuqopheke umlando ngemuva kwemiphumela yokheto lohumuleni basekhaya obelungo mhlaka 01 Novemba 2021. I-ANC ilahlekelwe omaspala abaningi kakhuukazi esifundazweni saKwaZulu Natali. Lokho kube utshintsho olunkulu emlandweni wezepolitiki. Yize kunjalo i-ANC ikwazile ukubuyisa uMaspala weTheku, uMxolisi Kaunda wabuyela esikhundleni sokuba imeya. Uzokhumbula ukuthi ngemuva kwemiphumela yokhetho i-ANC ithole ngaphansi kuka- 50% amavoti okuholele ekutheni ibange lesikhundla namanye … Read more

Akuselona leli kheli – kusuka ekubeni iDavenport Road kwaba iHelen Joseph Road

Ngomhlaka 9 Agasti 1956 izinkulungwane zabesifazane bazo zonke izinhlanga bamasha baya e-Union Buildings ePitoli. Inhloso yabo kwakuwukuhambisa uhlu lwezikhalazo kuNdunankulu wangaleso sikhathi, u J.G.¬†Strijdom, ukuphikisana nemithetho yamapasi owawuthi abantu abamnyama base-Afrika ukuthi baphathe uhla lwamadokhumenti, okufaka phakathi isithombe, amarekhodi okuqashwa, ukukhokhwa kwentela kanye namarekhodi obugebengu, okwenza uhulumeni akwazi ukuqhubeka nokuvimba ukuhamba kwabantu abangebona abamhlophe. Bekungekho … Read more

Umncintiswano weSand Sculpture eThekwini

Kunezinto oye uthi uma uzijwayele noma uvamile ukuzibona ugcine ungasazinaki kakhulu. Lokho akukhona ukuthi awusayithakaseli noma abanye abantu abayithakaseli. Uma use South Beach eThekwini kunabantu ababumba noma abakha imifanekiso ehlukahlukane ngesihlabathi (sand scripture), lokhu ngenye yezinto abantu abavakashela kuleli bhishi abayithandayo baze bathathe izithombe nemifanekiso eyakhiwe ngesihlabathi. Kepha ubuwazi uthi kubakhona umncintiswano walababumbi besihlabathi? Ophume … Read more

Ushintsho kuMaspala weTheku ngemuva kokhetho lohulumeni basekhaya

Ukhetho lohulumuni basekhaya olube ngomhlaka 1 Novemba lulethe izinguqhuko ebezingalindelekile iqembu elibusayo i-African National Congress (ANC) esifundazweni saKwaZulu Natali. Selokhu kwaphatha uhulumeni wentando yeningi, uMaspala weTheku ubuholwa i-ANC. Ngokhetho lwango- 2016, i-ANC yakwazi ukuwina ukhetho ngo-56% wamavoti kulonyaka bathole u-42% kuphela. Lokho kube ushintsho lokuqala emuva kwesikhathi eside i-ANC iqhwakele kwesobuholi. Kuqopheke umlando ngalemiphumela eshiye … Read more