Akuselona leli kheli – Kusuka ekubeni iDurban lCC kwaba i-Albert Luthuli lCC

I-International Convention Centre yaseThekwini ibe yimpumelelo enkulu selokhu yasungulwa, isiza ukwenza iTheku libe ngelinye lamadolobha yezingqungquthela zaseNingizimu. I-ICC ibambe iqhaza emicimbini kanye nasezingqungqutheleni ezahlukahlukene okubalwa kuzo i-Non-Aligned Movement ne-World Conference on Racism. I-ICC isanda kunwetshwa, futhi manje ifaka inkundla yesimo sokusebenza kwezobuciko (state of the art performance arena). U-Albert John Mvumbi Luthuli wazalwa ekupheleni kwe-19th … Read more

Akuselona leli kheli – Kusuba ekubeni uCommercial Road kwaba uDr AB Xuma Street

UCommercial Road wabelana ngegama lawo nezitaladi kuwo wonke umhlaba okhuluma isiNgisi. Umgwaqo wokuqala wezohwebo mhlawumbe wawuseLondon, lapho wakhiwa khona yiCommercial Road Company. Imigwaqo ebizwa ngokufanayo ibizwa ngokujwayelekile ngomsebenzi wezomnotho ebeziyinxenye lapho yakhiwa. Namuhla uCommercial Road iningi lezitolo zezindwangu futhi yakha umngcele oseningizimu we-Indian Quarter yaseThekwini. U-Alfred Bitini Xuma wazalwa ngo-1893 emndenini ohloniphekile wamaXhosa eTranskei. Kusukela … Read more

Akuselona leli kheli – Kusuka ekubeni uWest Street Kwaba uDr Pixley kaSeme Street

UWest Street kufanele kube ngomunye wemigwaqo edume kakhulu eThekwini, edabula phakathi nendawo enkabeni yedolobha (CBD). Lomgwaqo waqanjwa kabusha ngo-2007 ukuhlonipha ummeli wokuqala omnyama waseNingizimu Afrika, uDokotela Pixley KaSeme. Umshana kaJohn Dube, uKaSeme wathuthela eMelika wayofunda eColumbia University, kwathi ngokuhamba kwesikhathi wathuthela eNgilandi eyofunda ezomthetho e-Oxford University. Ngo-1911 uKaSeme wabuyela eNingizimu Afrika futhi waba neqhaza elikhulu … Read more

Akuselona leli kheli – Kusuka ekubeni uPoint Road kwaba uMahatma Ghandi Road

Yethiwe kanjalo ngoba ihamba eceleni kwesiqeshana somhlaba esincanyana esisogwini lweTheku, akusikho okokuqala ukuthi uPoint Road ashintshwe. Ngesinye isikhathi, sonke isigaba sePhoyinti kusuka kuSmith Street kuya emlonyeni wechweba sasiphethe abaphathi betheku, futhi saqanjwa ngoScott Street ngegama likaJohn Scott owayenguLieutenant- Governer waseNatali kusukela ngo-1856 kuya ku-1864. UMahatma Ghandi uhlala eyisithonjana samazwe onke sokuthula nenkululeko kubo bonke labo … Read more

Ukunwetshwa kweMtateni nokwakhiwa kweDurban Eye

EMtateni indawo yokuthutha enkulukazi futhi ematasa kakhulu kunazo zonke ezinye eNingizimu Afrika. Lendawo ephethwe inkampane iTransnet, kubikwa ukuthi bafuna ukuyinweba ngokuphindwe kawu-4 ukuvuleka kwayo njengamanje. Lokhu kuzoba nomthelela omkhulu kumaspala omuhle nongemuhle. U-Adrian Peters, oyiChief Strategy Officer eThekwini, wathi uhlelo lweTransnet luza namathuba kanye nobungozi. UPeters wabika ukuthi imigwaqo ehlukene kanye nemihubhe nxazonke zedolobha zibonakalisa … Read more

No Longer at This Address – From Northern Freeway to Ruth First Freeway

The M4 Northern Freeway links Durban to its northern suburbs and the KZN North Coast (while the M4 Southern Freeway connects the CBD with Durban International Airport and the KZN South Coast). The Northern Freeway is an important arterial route into the city and was last upgraded in 2004. The photograph to the left shows … Read more