The Lost Art of Letter Writing

This Friday sees the launch of A Life in Letters: Selected Correspondence of Denis Hurley. The book, which consists of 250 letters penned by Archbishop Denis Hurley, took three years to compile with Paddy Kearney*, Brother Philippe Denis and Jane Argall making the selection from a massive 5000 letters written by the Archbishop between the ages of 11 and 88. … Read more

Denis Hurley: The Guardian of the Light Exhibition

Labo abanothando lokufunda kabanzi ngeqhaza elabanjwa yibandla ngesikhathi sobandlululo eNingizimu Afrika, umbukiso iDenis Hurley: The Guardian of the Light, uzobanikeza ulwazi olubalulekile ngezigameko zangaleso sikhathi, futhi ikakhulukazi indima eyadlalwa nguDenis Hurley njengoMbhishobhi wesiFundabhishobhi saseThekwini. UMbhishobhi uHurley wayengasabi ukuphikisana nebandla ngezinye izikhathi elalibuye lithambekele ngasekugcinweni kwemithetho yezwe yangaleso sikhathi. Lo mbhishobhi wayephikisana kakhulu nokungabi khona kobulungiswa … Read more

Kubungezwe uDenis Hurley ngokuvula isikhungo ngegama lakhe

NgoMgqibelo mhla ziyi-11 kuNhlolanja kowe-2017 kuvulwe isikhungo esibizwa ngokuthi i-“Denis Hurley: Guardian of light”. Lesi sikhungo sibungaza impilo nemisebenzi yeqhawe eladlala indima ekugxekweni nasekuphikisaneni kombuso wobandlululo ngamakholwa. Leli qhawe laliphinde futhi libe ngumbhishobhi omkhulu webandla lamaKhatholika. Lapha sikhuluma ngo-Denis Hurley, owadlula emhlabeni ngonyaka ka-2003. Lesi sikhungo esitholakala e-Denis Hurley Centre (DHC) eThekwini siphumeleliswe ukuhlelwa kwaso … Read more