Imithelela Emibi Yokushintsha Kwesimo Sezulu Ezindaweni Zasemaphandleni
Izindawo zasemaphandleni zinodedangendlale bezindawo zokulima. Iningi labantu basemaphandleni basaziphilisa ngokudla abakulimile ukuxosha ikati eziko. Izitshalo eziningi zilinywa ngesikhathi sasehlobo ngoba kusuke kulindeleke ukuthi kube nezimvula ukuze ukudla kukhule kahle emasimini. Kuningi okungasahambi kahle njengokuthi isivuno asisesihle ngenxa yesimo sezulu esiguquguqukayo. Ezindaweni zasemaphandleni uma kuqala inyanga kaNcwaba wonke umuntu usuke elungisa amageja akhe kuthi labo abalima … Read more