Indlela Yokuzila Ngezikhathi Zakudala
Isinqwambi yigama lento eyayisetshenziswa mewuzila lento yayisetshenziswa esikhundleni sendwangu noma esikhundleni sesicibi lesetshenziswa manje. Isinqwambi yiso asasisebenza ngoba indwangu ingekhoBabeshuka isikhumba sembuzi noma senkomo, bese sisikwa imicu noma sibe yintambo, ukwenzela lozozila, masesishukiwe kulula ukusenza noma yini, babezishuka ukwenzanoma yini ezosebenza ekhaya noma umanta noma yingubo yokulala noma yokubeletha ingane noma yokuvala emnyango isithe njengekhethini, … Read more