Izinkolelo Ngokukhulelwa Nezifo Zabantwana
Akumele umuntu okhulelwe afake ingubo embambayo noma emukala kakhulu isisu noma umzimba, ngoba kusuke kubalekiselwa abathakathi ukuthi bangalwazi usuku lokubeletha, bangathwebuli ingane bayenze utikoloshe ngoba ngokubona isisu bayakwazi ukungathekisa ukuthi umuntu usenezinyanga ezingakhi ekhulelwe bese benza imikhuba yabo. Kuyenzeka ukuthi abathakathi bayithwebule ingane isasesiswini, umuntu athole esekhulelwe isilwane noma umoya yena ungazi. Uma umuntu esanda … Read more