UChakide
Kwasukasukela… Cosi! Kwakukhona! Sayipheka ngogoswane ibhodwe elincane umancishane Emandulo izilwane zisakhuluma kwakukhona uchakide ezihlalela yedwa kwakhe. UChakide wayejwayele ukuthi uma eqeda ukudla alale, kodwa njalo wayevuka eselambile. UChakide waba nokusola ukuthi kukhona omnyonyobelayo uma elele, amvule esiswini adle ngoba wayengazi ukuthi kushonaphi uma kungathathwanga muntu. Ngelinye ilanga waxoxela umngane wakhe ngalodaba. Umngane wakhe wathi naye akazi ukuthi ukudla kushonaphi. Waqhubekela … Read more