Bavuka ngo-64

Bavuka, balwa ngenxa yokuthi babecabanga mina nawe, Kwakungelula, ay cha impela kwakushubile, Indoda yakhetha ukushiya umfazi nabantwana yakhetha ukuyoba Ivukela mbuso, ngoba phela imibuso engefanele ukuba semthethweni Kumele ivukelwe. Le indoda yayingenasiqiniseko sokuthi izobuya noma isihambisa isidumbu, Ngesibindi yashona khona Yalihuba yathi, Senzeni Na, Senzeni Na Enzani lamabhunu.   Ngiyazibheka lezo zinsuku, La abantu bakithi … Read more

Inkondlo: Mdali Ngimi Phambi Kwabantwana Bakho

Mdali ngim’ phambi kwabantwana bakho Kangazi ngiqale ngithini Kepha bengicel’ into eng’zoyisho Ze ingadiliki emthini Kube nguwe wedwa! Uzong’tshela ukuthi ngithini Ngingagcini ng’fana nethini Kenqeza ng’banga umsindo ongazwakali Naw’ kuthi uthini! Lapha emhlabeni sesonile kunalolaka olubhokile kodwa! Ze singakhohlwa ukuthi uban’ owayes’dalile Noma singamazanga ngawe nyama Kodwa imisebenzi yakho siyibonile Ibilotshiwe phans’ sifundile, Izinceku zisishumayezile … Read more