Khangelani ukhuphula imfundo yakhe

Umculo wesintu ikakhulukazi lona kaMaskandi noMbhaqanga ubudume kakhulu ngokuthi umculo wabantu abangancwadile. Nakho lokho ke bekungekho kude kangako neqiniso ngoba uma ubuka emlandweni walomculo maningi kakhulu amaciko angenazo iziqu zemfundo ephakeme. Kulawo maciko abanenhlanhla yokuya esikoleni wona ke iningi lawo lagcina ebangeni leshumi esikoleni. Ngeke nakhona kugxekwe ukungafundi kwamaciko amaningi ngoba phela wona aziphilisa ngamakhono … Read more

Ukuthinteka kwemfundo esikhathini samanje

Imfundo ibalulekile ekubeni nekusasa eliqhakazekile. ENingizimu Afrika izinga lezingane eziyeka isikole maphakathi liphezulu kakhulu. Kusukela kuqala ukubakhona ubhubane lwe Covid-19, isibalo sezingane eziyeke isikole ngo-2020 sibalelwa ku-1,2milion okuyisibalo esinyuke ngo-500 000 ngo-2021 ngokusho koMnyango Wezemfundo. Ukungafundi kwezingane kwandisa abantu abangenamakhono esizweni esivele sishoda ngamakhono ekwandiseni amathuba emisebenzi. Amathuba emsebenzi ayindlala ngenxa yezizathu azahlukene kepha imfundo … Read more

Ukubongelwa ngokuGreda

Ukuthola iziqu zemfundo ephakeme kuyinto evame ukuthakaselwa nokujatshulelwa kakhulu ilabo abesuke benikezwa iziqu ngokusemthethweni nemindeni yabo. Ukujabula kakhulu kunomsuka ekuqondeni izivunguvungu eziningi abafundi ababhekana nazo endleleni yabo yokulanda iziqu zemfundo. Imindeni eminingi-ke iyaye ihlele imicimbi egubha umsebenzi walowo osuke esethole iziqu zemfundo ephakeme. Lapha kulendatshana sishicilele i-video ekhombisa imbongi uNksz. Nonhle Mkhize ebongela uNksz. Nokwanda … Read more