Imithetho Ebekelwe Umuntu Wesilisa Ekhaya

Ngibe nengxoxo nomama Mary Matenga ohlala eCongo. Umama Mary ungixoxela ngemithetho eyayenziwa noma ibekwa kuqala uma uyinsizwa noma uyingane yomfana osakhula. Njengokuthi uma ukhula ikuphi okumele ukwenze. Nokuthi nabantu abadala bakuqala iziphi izinto ekwakumele bazihloniphe uma umnumzane wakulowo muzi esaphila noma kukhona ingane yomfana. Kuqala izinto zazivamise ukuthi zihambe ngendlela ekuyiyona ngokosiko kanye nokwenhlonipho. Kuyinto … Read more

Amalungelo Abesifazane Nokushintsha Kwesikhathi

Sibe nengxoxo noGogo Buyile Mzobe ngokuthi yimaphi amalungelo abantu besifazane ababenawo ezikhathini zakudala nokuthi uma eqhathanisa nesikhathi samanje yiziphi izinto esezishintshile. Nokuthi iyiphi indima edlalwa ngabantu besifazane emphakathini. Imfundo Ugogo Buyile ukubeke kwacaca ukuthi kuqala kwakungekho ukuthi ungumuntu wesifazane kuthiwe uya esikoleni. Kwakuba ngabafana kuphela ababevunyelwa ukuthi baye kofunda ngoba kwakuthiwa yibona ekugcineni ekwakufanele bahambe … Read more

Ukungenwa Komuntu Wesifazane Ngabasemzini

Ingeno into evamise ukwenzeka kakhulu ezindaweni zasemakhaya futhi wusiko olalwenziwa kudala. Kusaphila okhokho bethu kwakwiyinto abangayixwayi kakhulu njengoba sekwenziwa manje. Izinto eziningi ezingamasiko ethu abantu abadala babeyazi ukuthi yenziwelani yonke into noma umkhuba owawukhona wawuba nesizathu sakhona. Umbuzo ofikayo ukuthi kwakubangelwa yini ukuthi uma umuntu ezale ingane angangeni kulowomuzi uma kungalotsholwanga? Futhi uma engenwa akabe … Read more

Ukuthemeleza Okwenziwa Abantu Edlozini

Kuyini ukuthemeleza? Ukuthemeleza sikwazi njengokukhuluma inkulumo engaqondile umuntu kuze kuthiwe ugudla iguma kodwa kulendaba sibheka lapho abantu bethemelezela idlozi. Ukuthemeleza yilapho kusuke kukhulunywa noma kuncengwa amadlozi, kushiswe impepho kuthathwe nembuzi ezoba ngumhlatshelo ukuthi alekelele abantu bakhona ngokuthi kutholakale umuntu olahlekile ikakhulukazi kulabo ababesuke beminze emfuleni. Izangoma nazo kuthiwa ziyathemeleza uma sezikhipha ithwasa esigodlweni seliyongena kubo, … Read more

Samoosa Recipe, an Indian Snack

Background Samoosas are a famous Eastern snack passed on from generation to generation in the Indian community. It consists of a pastry with a filling of your choice, generally spicy curries or vegetables. It is made usually and served during festive celebrations, during prayer observations and wedding ceremonies as a savoury or snack. It is … Read more

Ukwenziwa kotshwala lwesintu (lwesiZulu)

Utshwala besiZulu benziwa ikakhulukazi uma kunemicimbi emakhaya kuzobuthana abantu abaningi okufanele baphuze. Utshwala besiZulu akulula ukuthi wazi indlela okala ngayo, kuya ngobukhulu bomcimbi owenzayo zonke izithako ziyafana kanye nokubenza kulula. Izithako (Ingredients) Impuphu (maize meal) Umthombo (malt) Amanzi (water) Isitsha esivulekile (25 litre bucket) Uqala ubilise amanzi abe maningi, uthele impuphu ebhakedeni, bese ufaka amanzi abilile ebhakedeni elinempuphu, … Read more