Izinkolelo ngokwenziwa ngabantu
Ukuhlukaniswa kwabantu ababili abakhulelwe ekhaya Kuqala obaba mkhulu babeba nesithembu kwakuthi uma kuzwakala ukuthi bobabili noma bobathathu omama bakhulelwe kudingeke ukuthi bahlukaniswe ngezindawo zokuhlala. Lokhu kwakwenziwa uma kuwukuthi bonke bahlala ndawonye noma egcekeni elilodwa babehlukaniswa bahanjiswe ezihlotsheni ngoba kwakubalekelwa ukuthi uma behleli ndawonye ezinye zezingane zabo ngeke ziphile. Uyedwa owayesala ekhaya laba abanye babevakashelwa ngubaba … Read more