Izithakazelo Nomlando WakwaNtombela
Izithakazelo Malandela! Mpangazitha! Dlukudla! Mahlobo! Mdlani! Dlukula dledle, wena wentshontsho Sidlukula samakhosi, hululu ngesisu, Sisu esivuka, emsendo njengengubo Wena wentonto, Manjanja kaNhlambela OMagaba ngakwabo, Omlalinga ngokulunga izintab’ iSiphezi neBabanango Amavimbel’ akwaMpukunyoni Nina bezulu likaDidi Lukhwazi!!! Nazi ezinye ezitholakala: Izithakazelo Nezibongo ZaKwaZulu, E.Thamsanqa Sithole Ntombela! Mahlobo! Mpangazitha! Nin’ enipheka ngembiz’ ende Isibong’ esibi Esingabizwa ngabalandakazi Sidindi … Read more